Kutholakale izibhamu eStanger Manor

2016-07-20 06:00
Isithombe: SithunyelweAmaphoyisa aKwaDukuza athole izibhamu ezimbili eStanger Manor.

Isithombe: SithunyelweAmaphoyisa aKwaDukuza athole izibhamu ezimbili eStanger Manor.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

AMAPHOYISA aKwaDukuza athole izibhamu ezimbili ngoLwesihlanu oledlule, ngomhlaka 8 kuNtulikaz (July), ngabo 2pm endaweni yaseStanger Manor emuva kokuthi abasolwa bezame ukubamba inkunzi.

Amaphoyisa athe abasolwa abathathu bagqekeze umuzi oku-Acacia Road eStanger Manor ngoLwesihlanu ntambama befuna imali nobucwebe kubahlali bakuleli khaya.

Kodwa ngenkathi umnikazi ebuya ekhaya abasolwa besengaphakathi udubule isibhamu sakhe okuthuse abasolwa abalahle izibhamu zabo phansi ngenkathi bebaleka, kusho amaphoyisa.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, u-Lieutenant Colonel Thulani Zwane uthe: “Kuvulwe icala lokugqekeza emaphoyiseni aKwaDukuza kanti akekho osaboshiwe,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.