Liphokophele phezulu elowokholo

2018-08-01 06:01
Amalungu eqembu lthembalenkosi gospel group uSanele Mngomezulu, Celiwe Mkhabela no Sthembele Dludla.PHOTO: supplied

Amalungu eqembu lthembalenkosi gospel group uSanele Mngomezulu, Celiwe Mkhabela no Sthembele Dludla.PHOTO: supplied

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lomculo wokholo nelikhandwe ngabantu abasebasha abadabuka endaweni yaseGlenhills KwaDukuza lizibona liya phambili endimeni yezomculo.

Leliqembu nelizibiza ngokuthi Ithembalenkosi Gospel Group libunjwe ngu Sanele Mgomemezulu, Celiwe Mkhabela , noSthembile Dludla balisungula ngonyaka wezi 2012

“Siqale ngowe-2012 ukukhiqhiza umculo futhi sesikhiphe ama albhamu amane nathokozelwa kakhulu abantu abathanda umculo wokholo”, kubeka uMngomezulu.

Sebeke banandisa ezindaweni ezahlukene KwaDukuza okubalwa nemicimbi kaMaspala kanye neyominyango yezobuciko naMasiko emicimbini eba sezinkundleni zemidlalo ko Thembeni , eHholo laKwaDukuza.

Okwamanje leliqembvu lizimele kanti futhi bayakuveza ukuthi zikhona izinqinamba kulendima njengoxhaso lwezimali kanye nezinsiza kusebenza.

“Sizibona siculla ezingeni eliphezulu siyiqembu inqobo nje mesisebenza ngokuzikhandla kanye nokubambisana ngingasho nje ukuthi mesibambe zaqina nje ikusasa endimeni yezomculo liqhakazile ,” kwenaba uMngomezulu.

Okwamanje leliqembu alinayo indawo yokuqophela njengoma beqopha esitudiyo sakwaSound FX esizinze eThekwini. Amacwecwe abo atholaka kumholi weqembu uSanele Mgomezulu nofisa ukuxhumana naye engashayela ku 0763690322

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.