Liyaqhubeka lisiza abantu Izwi Lothando

2018-04-04 06:04
PHOTO: suppliedNgumsunguli wenhlangano engenzi Nzuzo umnumzane phila Zulu noomunye osanda kusizwa ilenhlangano.

PHOTO: suppliedNgumsunguli wenhlangano engenzi Nzuzo umnumzane phila Zulu noomunye osanda kusizwa ilenhlangano.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Umsunguli ophinde abe usihlalo walenhlangano uMtwana Phila Zulu uthi uyabonga kakhulu kwa-Melki construction eyakha iKwaDukuza mall ikakhulukazi ku-site manager uMnu Bhobi Nkala osesithombeni ngokuthi ehlale esisiza njalo uma sifika siyizwi Lothando sicela usizo.

“Injabulo ibibhalwe ebusweni ku-Andile Nyandeni wakwaMaphumulo owenza izifundo zakhe zobuNjiniya (civil engineering) eMangosuthu University of Technology obekade ehlezi ekhaya ngenxa yokuthi akawutholi umsebenzi ukuze aqedele izifundo zakhe zobuNjiniya (in service training) uthi uyabonga kakhulu kwinhlangano engenzi nzuzo Izwi Lothando ngokumsiza ukuthi athole lomsebenzi njengoba nje ekhaya kuthenjelwe kuyena.

“Siyanxusa futhi nakwabanye osomabhizinisi kanye noMaspala ukuthi belule isandla ekwenzeni impilo yomuntu omusha ibe ngcono ngoba ikusasa lalelizwe likubantu abasha, sicela bevule iminyango ukuze sonke singabantu abasha abamnyama sikwazi ukubamba iqhaza emnothweni wezwe lethu,” kubeka uZulu.

Izwi Lothando luthanda ukudlulisa okukhulu ukubonga kubobonke abantu abaqhubeka njalo nokuxhasa lenhlangano ukuze iqhubeke njalo ukusiza abantu abasha kanye nezingane.

Nawe ungakwazi ukuxhasa ngokuthi uthumele sms igama elithi Uthando enombolweni ethi 36194 sms ibiza R5 kuphela ungathumela inoma ikangaki.

Uma ufuna ukuthola ukwazi ngalenhlangano ungavakashela kwi-wepsite ethi www.izwilothando.org.za noma ufonele umsihlalo walenhlangano uMtwana Phila Zulu enombolweni yocingo ethi 082 515 1701.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.