uANC KwaDukuza usuyilungele inkomfa yesifunda

2018-05-02 06:00
Ubuholi bophiko lwentsha lweANC kuGreater KwaDukuza ngenkathi bebikela abezindaba ngokulungela inkomfa yokukhetha ubuholi. PHOTO: NKOSINATHI DUBE

Ubuholi bophiko lwentsha lweANC kuGreater KwaDukuza ngenkathi bebikela abezindaba ngokulungela inkomfa yokukhetha ubuholi. PHOTO: NKOSINATHI DUBE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

I AFRICAN National Congress ngaphansi kwesifunda iGreater KwaDukuza istshele abezindaba ngesimo sokulungela inkomfa yokukhetha ubuholi balesisifunda nanokumemezela amagama alabo baholi ababaphakamisayo emahhovisi aleliqembu esifunda ngoMsombuluko, zi-23 kuMbasa.

Lokhu kulandela ukutheheleka kewsigungu esiphezulu salenhlangano esibhekelela ukusebenza kwansukuzonke nanokuthi sikulungele yini lesisifunda ukusingatha ingqungquthela njengoba ade kusamisiwe ukubanjwa kwayo kanye neyesifundazwe.

Abe ANCYL bakhipe istatimende nebesithi bayalamukela iqhaza le NWC emva komsebenzi ewenze esifundazweni ngempelasonto.

“Siyakholwa ukuba lokhu kufike ngesikhathi esihle njengoba kade kunezingqinamba nhlangothii zonke kuANC, sifisa nje ukudlulisa ukubonga kwethu ngenhlonipho kanye nokuziphatha okutshengiswe izinhlaka zesifunda futhi syathemba I NWC iphume nesithombe esihle,” kubeka istatimende.

Loluphiko lwentsha lube selidlulisa ukungagculiseki kwalo mayelana nalawo malungu ngaphakathi enhlangaweni asebenzisa izindlela ezingacacile ukuwola uxhaso kule mkomfa ezayo nebabize njengosomathuba.

“Kusiphazamise kakhulu futhi akusimangazi okwenziwa ilaba abanezinhloso ezithile nesesibabiza ngezingelosi zobumnyama njengoba beqhubeka nokungcolisa amagama abantu nokfuna ukunqoba lenkomfa kanye nokudukisa amagantsha kaANC.

Leliqeqebana lizama ngazozonke izindlela ukunqoba libe lisebenzisa amaqhinga angcolil,” kuqhuba lesisitatimende.

uSihlao waloluphiko uMfanafuthi Ngcobo uthi phakathi kwamagantsha anga-76 anga70 abe nemihlangano yamagatsha ayimpumelelo(BGM)

“Ngingakusho ngingananazi ukuthi ngenkathi u ANC kulesisifunda uhlangene ne NWC ngempelasonto wonke amagatsha ayekhona avumelana ngo elethu ukuba sebekulungele ukuya engqungqutheleni futhi uma kukhona abaphikisana nalokhu sizoya enkantolo njengoba kuyilungelo lethu elikumthetho sisekelo,” kubeka uNgcobo

Ezinye zezinto intsha yalesisifunda efuna zidingidwe kulenkomfa ukusheshisa uhlelo lwelokukhuliswa komnotho okusheshayo( Radical Economic Transformation) nokuthi ubuholi obuzokhethwa bubeke phambili izimpilo zabantu abakhele isifunda seLembe.

Baphinde njengphiko lwentsha baqinisekisa amagama abaholi ababaphakamisayo nkungu Ricardo Mthembu usihlao, Khonda Ngidi sekela sihlalo, Musa Zondi-uNobhala , Matozi Khuzwayo-Dlamini sekela Nobhala kanye noThulani Ntuli ngjengoMgcini mafa. Imkmfa kulindeleke ibanjwe ekupheleni kwalenyanga.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.