UHallo nefestivali yamahlaya

2018-10-03 06:02
Usomahlaya waKwaDukuza uHallo Mtshali esemgqigqweni womcimbi wakhe wangempelasonto.PHOTO: Nkosinathi dube

Usomahlaya waKwaDukuza uHallo Mtshali esemgqigqweni womcimbi wakhe wangempelasonto.PHOTO: Nkosinathi dube

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USOMAHLAYA osezakhele igama waKwaDukuza uHallo Mtshali uhlele indumezulu yamahlaya nezobe isehholo lale dolobha ngoMgqibelo mhla zingama-29 kuMndulo (September).

Lomcimbi ubizwa ngokuthi yiHallo Comedy Festival sekungokwesibili wenzeka kulonyaka.Lo somahlanya useke wahlabana nendodo ye-Best Indegenous Comedian kuma South African Music Awards (SATMA) ngonyaka odlule.

Kulindeleke ukuba kugcwale kulomcimbi njengoba kuzobe kuboshelwe nosomhlaya abadumile kanye nabakhona lapha KwaDukuza.

UHallo uphinde wadalula ukuba kulonyaka lomcimbi uzohlanganisa yonke ihlobo yamaciko ayi nje amahlaya wodwa.

Umcimbi uhlelelwe usuku langoMqibelo zi-29 kuMandulo( September) nozoqala ngehora le -11 kuze kuyovalwa kanti amathikithi azobe etholakala naseSangweni. losomahlaya ongomunye wabaqokwe kuma Live Your Dream awards emkhakheni wezamahlaya. nazoba ngo Zibandlela(December).

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.