Umasipala uhlomule

2018-10-24 06:02
IMeya yaKwaMaphumulo uZibuyisele Khuzwayo-Dlamini neziphathimandla zikaMaspala kanye nosonkontileka nomklomelo wezindlu abawuthole kumaGoven Mbeki Awards.ISITHOMBE: SITHUNYELWE

IMeya yaKwaMaphumulo uZibuyisele Khuzwayo-Dlamini neziphathimandla zikaMaspala kanye nosonkontileka nomklomelo wezindlu abawuthole kumaGoven Mbeki Awards.ISITHOMBE: SITHUNYELWE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMKHANDLU kaMaspala waKwaMaphumulo ugixabezwe ngesitifiketi sabaphume isibili koMasipala abenza kahle ekwakhiweni kwezindlu esifundazeweni kuma 2018 Goven Mbeki Awards nabesingethwe uMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu.Inhloso yalemiklomelo ukuqhakambisa isiko lokwenza kahle nokugqugquzela ukuncintisana okuhle kwabasemkhakheni wokuhlaliswa kwabantu.

IMeya yoMkhandlu uZibuyisile Khuzwayo Dlamini ubongele uphiko lwezezindlu kumasipala ngomsebenzi wabo nokuzimisela. uphinde wazisa negalelo lezinkampani Ichs Developments ne WBHO ngokuzinikela kwazo ekuqinisekiseni ukuthi izindlu ezisezingeni eliphezulu ziyayiswa kubantu bakaMaphumulo..

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.