Umasipala wesifunda uthole imklomelo

2016-07-06 06:00
IMeya yesifunda iLembe uMnuz Welcome Mdabe, imenenja yomasipala wesifunda kanye nosekela nobhala kaKhongolose esifundeni saKwaDukuza uMnuz Vincent Chili. x

IMeya yesifunda iLembe uMnuz Welcome Mdabe, imenenja yomasipala wesifunda kanye nosekela nobhala kaKhongolose esifundeni saKwaDukuza uMnuz Vincent Chili. x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMASIPALA wesifunda iLembe uthole imklomelo embili emcimbini wokuklomekisa omasipala besifundazwe saKwaZulu-Natal obubanjwe eThekwini ngeledlule.

IMeya yesifunda uMnuz Welcome Mdabe uthe: “Njengo masipala sizibophezele ekusebenzeni nokuphathwa kwezimala okufanelekile,” kusho yena.

UNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu KwaZulu-Natal uNkk Nomusa Dube-Ncube uthe uklomekisa omasipala ngaloluhlobo kunikeza abaholi bomphakatih ithuba lokuthi bathole imbono yamalungu omphakathi ngoba yiwona avotela omasipala nomeya abasebenza kahle.

Uthe: “Lemiklomelo eyokuthi siphakamise ukusebenza kanzima kwamakhansela ethu,” kusho yena.

Umasipala wesifunda iLembe uphinde waklomekiswa yiSilo samaBandla ngendlela lo masipala osingatha ngayo imcimbi yomdabu njengo Mkhosi woMhlanga kanye noMkhosi weLembe.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.