Umculo we-Hip Hop waKwaDukuza

2016-07-20 06:00
Isithombe: SithunyelweUmculi we-Hip Hop waKwaDukuza odume ngelika Big-D uthi kuyintokozo kuyena ukuthi i-album yakhe isiphothuliwe.

Isithombe: SithunyelweUmculi we-Hip Hop waKwaDukuza odume ngelika Big-D uthi kuyintokozo kuyena ukuthi i-album yakhe isiphothuliwe.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI we-Hip Hop uMnuz Thubelihle Xulu, odume ngelika Big-D, waKwaDukuza, uthe kuyintokozo kuyena ukuthi uze wakwazi ukufeza iphupho lakhe lokuthi aqede ukwenza i-album yakhe yokuqala yomculo.

Uthe: “Sengike ngasebenzisana no-Fresh Egoh sakhipha enye i-album isihloko sayo esithi Train Gang. Ngikhethiwe kuma Life Changers Awards kumkhakha we-Best Hip Hop. Kodwa isifiso sami esikhulu ukuthi ngigcine ngikwazile ukusebenzisana nomculi uMaraza. Njenga manje ithimba lami lenza konke okusemandleni alo ukuba ngikwazi ukufeza leliphupho,” kusho uMnuz Xulu.

Amalungu omphakathi afisa ukuthola i-album yakhe bengaxhumana naye kwi-email ethi: hlongwaneleo@gmail.com

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.