Umhlangano WoFakazi BakaJehova eThekwini

2018-09-05 06:02

OFAKAZI baka-Jehova bahlele umihlangano wezinsuku ezintathu ozoba se-Moses Mabhida Stadium kusukela ngomhlaka 31 August kuya ku-02 September. Lo mhlangano uyingxenye yeminye imihlangano eqale ngomhlaka 8 May May ezifundazweni ezahlukene. Isiqubulo salo nyaka sizobe sithi “Yiba Nesibindi”.

Ngaphambi kwalemibuthano kunemikhankaso kuwo wonke umhlaba yokumemela bonke abangakwazi, nabathanda ukuba khona njengoba kuyobe kungenwa mahhala.

Le mibuthano izoba sezindaweni ezingaphezu kuka-180.

Kulindeleke izihambeli ezingaphezu kuka- 35 000 kulo mhlangano ozoba seThekwini nozobe uqhutshwa ngolimi lwesiNgisi, IsiZulu noLimi lwezandla ngesikhathi esisodwa.

Kulezi zinsuku ezintathu kuzojatshulelwa izinkulumo ezingaba u-54, izingxoxo nokulalelwayo kanye nokubukwayo (amaVideo).

Kuzoba nebhayisikobho enesihloko esithi “Indaba ka-Jona Isifundisani Ngokuba Nesibindi Nesihe” eyobukwa esimisweni sangeSonto ntambama.

Usuku ngalunye ekuseni nantambama kuzoqaliswa nge-video yomculo obukwayo olungiselelwe lo mhlangano.

UMnumzane Sheperd Nkosi ongusihlalo womhlangano woFakazi BakaJehova eThekwini uthe, “Uma ubukela izindaba namuhla, ubona ngokuthe ngqo ukuthi abantu bonke, abancane nasebekhulile babhekene nokukhathazeka nokwesaba kunanini ngaphambili.

Kudinga isibindi ukubhekana nalokhu kucindezeleka.

Wonke umuntu wamukelekile kulo mhlangano ukuzozibonela ukuthi iBhayibheli lingasisiza kanjani sibhekane nalokhu kuphila okugcwele iziyaluyalu.” Ngeminye iminingwane ngalomhlangano vakashela ingosi ethi www.jw.org/zu ukubona sonke isimiso salo mhlangano kanye ne Video ephathelene nalomhlangano. Ukuthola ulwazi olwengeziwe thintana no Muzi Hlongwane enombolweni ethi : 082 462 5012

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.