Umndeni ucela ukufuniswa ilungu lawo

2016-08-24 06:00
x Isithombe: Sithunyelwe

x Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMNDENI kaNksz Londiwe (Khumalo) Banda, oneminyaka engu-22, odume ngelikaMatshitshi, ucela amalungu omphakathi ukuba alekelele ngokuthungatha uLondiwe owagcina ukubonwa omakhelwane bakhe baseLindelani, KwaDukuza, ngoMgqibelo ekuseni, ngomhlaka 20 kuNcwaba (August) 2016.

UYise wengane kaLondiwe, uMnuz Zakhele Mkhize, owaziwa ngoShakes emphakathini ahlala kuwona, uthe bahlala ndawonye nonina wengane yakhe eneminyaka emine kanti wathi ebuya emsebenzi ngoMgqibelo ntambama wathola uLondiwe nengane bengekho ekhaya.

Uthe: “Omakhelwane babika ukuthi bagcina ukubona uLondiwe ngo-11 ekuseni ethi uya edolobheni laKwaDukuza. Mina ngafica izimpahla zakhe zonke zingekho kanti nengane yethu uJunior Fabiano, owaziwa ngoFa, Mkhize nayo ingekho,” kusho uMnuz Mkhize.

Uqhube wathi ukhathazekile kakhulu ngokuphepha kwengane yakhe kanye nonina wayo njengoba unina engatholakali kumakhalekhukhwini wakhe ocishwe kusukela ngawo uMgqibelo.

Umndeni kaLondiwe unxusa amalungu omphakathi angaba nolwazi ukuthi ukuphi axhumane noMnuz Mkhize enombolweni ethi 076 034 0901 noma ethi 073 576 2211 noma axhumane nonina kaLondiwe enombolweni ethi 071 556 8451.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.