Umndeni ucela usizo

2015-11-11 06:00
ISITHOMBE: SITHUNYELWE Umndeni wakwaNxumalo ucela ukufuniswa uNksz Zanele Florence Nxumalo owahamba ekhaya  ngoLwesithathu, ngomhlaka 21 kuMfumfu (October).

ISITHOMBE: SITHUNYELWE Umndeni wakwaNxumalo ucela ukufuniswa uNksz Zanele Florence Nxumalo owahamba ekhaya  ngoLwesithathu, ngomhlaka 21 kuMfumfu (October).

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMNDENI wakwaNxumalo ucela ukufuniswa uNksz Zanele Florence Nxumalo, oneminyaka engu-30, wakwaNodunga, ward 27, KwaDukuza, owagcina ukuba sekhaya ngoLwesithathu, ngomhlaka 21 kuMfumfu (October).

UBaba kaNksz Nxumalo, uMnuz Joseph Nxumalo uthe indodakazi yakhe yahamba ekhaya ngoLwesithathu, ngomhlaka 21 kuMfumfu ithi iyovakashela isoka layo endaweni yase Sakhamkhanya.

UMnuz Nxumalo uqhube wathi ngesonto elilandelayo, ngoLwesibili, ngomhlaka 27 kuMfumfu, isoka lendodakazi yakhe lafona lithi lifuna ukukhuluma noNksz Nxumalo, kodwa amalungu omndeni alitshela ukuthi ubengakaze abuye ekhaya, bona njengo mndeni bebazi ukuthi uNksz Nxumalo usahlezi nalo isoka.

Ngokusho kuka Mnuz Nxumalo, isoka lase libikela umndeni ukuthi uNksz Nxumalo wahamba ngoLwesihlanu, ngomhlaka 23 kuMfumfu ethi ubuyela ekhaya.

Ngomhlaka 29 kuMfumfu ubaba kaNksz Nxumalo wabikela amaphoyisa aKwaDukuza ngokulahleka kwendodakazi yakhe.

Umndeni unxusa ongaba nolwazi ukuthi uNksz Zanele Florence Nxumula ukuphi axhumane noMnuz Joseph Nxumalo enombolweni ethi 083 312 3308. Noma axhumane namaphoyisa aKwaDukuza enombolweni ethi 032 551 8200, 032 551 8206 noma ethi 032 551 8229.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

6 myths about male cancer

It is important to be aware of the most prevalent cancer diseases amongst men in our country.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.