Unxuse ubumbano uRamaphosa ethula iThuma Mina

2018-07-18 06:01
PHOTOs: supplieduMongameli Cyril Ramaphosa enikezela ngamatayitela ezindlu KwaDukuza.

PHOTOs: supplieduMongameli Cyril Ramaphosa enikezela ngamatayitela ezindlu KwaDukuza.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO i African National Congress esifundeni iGeneral Gizenga Mpanza sijoyine umomgameli Cyril Ramaphosa ekwethuleni umkhankaso wenhlangano ebusayo iThima Mina esifundazweni iKwaZulu Natali nobubanjelwe ezinkundleni zemidlalo eGroutville ngomqibelo mhla zi-7 kuNtulikazi.

Umongameli Ramaphosa uqale usuku ngohambo lwamakhilomitha amahlanu lusuka eSadtu Park KwaDukuza luya eMdonivile kuWard 16 ukuyonikezela ngamatayitela ezindlu. Izinkubi zamavolontiya kaANC kanye namalungu omphakathi abambe iqhaza kuloluhambo nobeluhlanganisa umkhankaso wokuklina enkabeni yedolobha.

Ethula inkulumo yakhe ngenkathi sekwethulwa lomkhakankaso enkundleni yaseGroutvile uRamaphosa uthe ubumbano lubalulekile phakathi kwamalunga futhi kuzomele iphele lento yokuthi kunabaholi abangamukelekile esifundzweni i KZN.

“Namuhla maqabane ningimangazile njengoba Sisonke nje la futhi sibaningi siyimbumba, sijabhise nezitha. I Thuma Mina isiphenduke umkhankaso omkhulukazi kulolonke leli njengoba namhlanje ngingasho ngokuziqhenya ukuthi ngithi singamavoluntiya kaKhongolose sibumbene,” kubeka uRamaphosa.

Uhambo ukamomgameli lolandelwa udaba ade lusematheni lokubizwa kweMbizo kaZulu yiSilo Samabandla uGoodwill Zwelithini ngelelule okuzokhuluma ngeNgonyama Trust enganyelwe uye. Kuke kwaba nokushintshana kwamazwi phakathi kwabasebukhosini bakwaZulu kanye nabaholi beANC nokwenze umongameli ahlangane neNkosi nalapho ayiqinisekisile ukuba uhulumeni wakhe angeke uyihlakaze iNgonyama Trust.

“ Uma sifuna ukuvuselela amagatsha lena yiwona mkhankaso ozosiza yingakho ngifisa ukubonga i KZN ngokuhamba phambili ngamalungiselelo ukukhankasela ukhetho lango2019.

“Ngiswele namazwi okubonga ubuholi besifundazwe besikhashana (PTT) ngomsebenzi wabo. –Ukulwa kwangaphakathi, uqhekeko kuKhongolose kuzomele luphele,” kuqhuba uRamaphosa.

Lomkhankaso ubuhanjelwe ubuholi besifunda (REC), obesifundazwe (PEC/PTT), amalungu esigungu esiphezulu sikazwelomke (NEC) kanye namavolontiya alinganiselwa ku-5000.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.