Usethubeni lendondo oweHip Hop

2018-09-05 06:00
PHOTO: suppliedNguSimtholile Vumba ocula iHip Hop osethubeni lendondo kumaMBF Awards ngenyanga ezayo.

PHOTO: suppliedNguSimtholile Vumba ocula iHip Hop osethubeni lendondo kumaMBF Awards ngenyanga ezayo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI we Hip-Hop osafufusa nodabuka endaweniui yaseGlendale usethubeni lokuhlabana nendodo emkhakheni aqokelwe kuwo kuma MBF Awards nazoba mhla zingama-29 kaMandulo (September) eThekwini.

USimtholile Vumba (21) ,nowenza ibanga leshumi eSinenhlanla Secondary ukhulele e-Eastern Cape kodwa usegcine esehlala kulesi sifundazwe. Uthe uthole ukugqugquzeleka ngendlela akhule ngayo nesimo ebesingesihle ekhaya.

“Izimo ezinzima empilweni yami yizo ezingenza ngafuna ukuphokophela phambili njengoba nginamakhono ahlukene kodwa ngakhetha ukugxila emculweni we- Hip-Hop nosengiwenze iminyaka eminingi,” usho kanje.

UVumba udume ngengoma ethi Eshibhini nedlalwa kakhulu abantu baKwaDukuza nekwenza wabizwa u-Oskido emsakazweni i-Metro FM ukuba azocula ohlelweni lakhe nalapho wafika wenza izimanga. Lonke loludumo alimenzanga washiya isikole kunalokhu kwamenza wazimisela

UVimba uphinde abe ngumhayi weziNkondlo njengoba inkondlo yakhe yokuqala ithi Education is the only option in this nation. Abafuna ukuvotela uSimtholile bangathumela umqhafazo othi MBF TEEANARLEE Ku 45633. Kuvotwa noma ikangaki kanti kuvalwa ngoLwesihlanu zinga 31 kuNcwaba.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.