Usodolobha ugqugquzela abafelokazi

2016-06-29 06:00
x Isithombe: Sithunyelwe

x Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USODOLOBHA wakwaMaphumulo uNkk Happy Ngcobo uhlangane nabafelokazi bendawo ngoLwesihlanu eledlule ehholo lo mphakathi ngenhloso yokubagqugquzela ukuba babe ngosomabhizinisi.

Lo mcimbi ubuhanjelwe umphathi wakwamasipala uMnuz H.N. Maphumulo, usomlomo womkhandlu wakwaMaphumulo ikhansela V. Mbatha, ikhansela D.B. Luthuli, kanye nobevela kuMnyango wezokuBusa ngokuBambisana nezoMdabu uNkk Thandiwe Zwane.

UNkk Ngcobo uthe abafelokazi babhekene nomsebenzi wokunakekela imndeni yabo, umsebenzi ongelula uma umzali engenaye umuntu abambisene naye, yingakho lo mcimbi ubuhlose ukuba uthuthukise futhi ugqugquzele abafelokazi ukuze bezokwazi ukulwisana nobuphofu ngokuthi beziqalele imsebenzi.

Omama bafundiswe ngamathuba okuqala amabhizinisi ahlukahlukene njengokukhiqiza iphepha lendlu yangasese, amanabukeni ezingane kanye nokuqala izingadi zemfino.

UNkk Ngcobo unxuse omama ukuba bexhumane nomasipala kanye nemnyango kahulumeni eyahlukahlukene uma bedinga usizo.

Uqhube ngoku banxusa ukuba bebe yingxenye yama war-rooms ukuze bezokwazi ukuthola usizo olufanele.

Abafelokazi bathole ithuba lokuthi bekhulume ngezinkinga abahlangabezana nazo kanti futhi bakhombise ukuba nalo ugqozi lokuqala izingadi zemfino.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.