Uzinikele kwelezoMshado usomabhizinisi

2018-09-05 06:03
PHOTO: nkosinathi dubeUmsunguli weNdoni Brides uNondumiso Maphalala neninye yemisiko esitolo sakhe esisha enkabeni yedolobha

PHOTO: nkosinathi dubeUmsunguli weNdoni Brides uNondumiso Maphalala neninye yemisiko esitolo sakhe esisha enkabeni yedolobha

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Usomabhinisisi osemnkantshubomvu nozinze endaweni yaseMellville KwaDukuza uthi unentshisekelo yebhizinisi lezingubo zomshado uzibona ekhula kulomkhakha.

UINks Nondumiso Maphalala nongumsunguli we-Indoni Brides s nesithuthele eNkabeni yedolobha KwaDukuza unephupho lokuba ngomunye wosomabhizinisi abahlonishwayo njengoba bengandile abasifazane abaphumelelayo kulomkhakha .

Lentokazi yaKwaMaphalala nezalelwe endaweni yaseNtshawini ithi yakhetha ukuyeka umsebenzi wayo weminyaka wokuba ngundabazantu kwezinye zezibhedlela ( H R Officer) nebese iwenze iminyaka eli- 12 ukuze ifeze iphuho layo.

“ Ngikhethe ukuwushiya umsebenzi kwase kuthi ngowezi-2014 ngasungula Indoni Brides.Ngisebenzela ekhaya lami eliseShakaville nokwaba into engibona ukuthi ngibizelwe kuyo kanti angibange ngisabheka emuva,” kusho yena.

Losomabhizinisi ubeke ukubaluleka kokwazi ukuthi ufunani empilweni.

“Engingakusho kosomabhizinisi abafana nami abasafufusa ukuba kumele mungumuntu wazi ukuba ufunani empilweni nokuthi yini onentshisekelo yayo, ngoba mungazazi uphokophelephi ungazithola wenza into ongagcina uyishiye phakathi. Khona akulula ngoba zikhona izingqinambha kodwa kumele ube nesineke,” kuqhuba uMaphalala

Uphinde wagqugquzela aabantu besifazane ukuba bazimisele kukho konke abakwenzayo noma ngabe kunzima.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.