News24

Intabamlilo ibulale 6 eNdiya

2012-12-17 07:36

New Dheli - Intabamlilo ebinamandla eyenzeke phakathi kweNdiya nePakistan ibulale amasosha ayisithupha ngesikhathi kokheleka indawo abahlala kuyo.

Izinkulungwane zamasosha bezibekezelele isimo sezulu esingesihle, kule ndawo ebonwa njengesizinda sempi ngenxa yezimpi eziqhubekayo.

Sekushone amasosha alinganiselwa ku-8 000 kusukela ngo-1984, ngenxa yezintabamlilo, ukubihlika komhlaba, ungqoqwhane nesifo senhliziyo.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter