News24

Isiphepho sesibulale 31 eVietnam

2012-10-30 12:52

Hanoi - Isiphepho iSon Tinh sicekele phansi izindlu eziyizinkulungwane enyakatho neVietnam, kwashona okungenani abantu abanyisikhombisa nosekubeka inani ku-31 kuleli sonto eledlule.

Isikhungo sezinhlekelele eVietnam ngoLwesibili sibike ukuthi lesi siphepho sibulale abantu abayisikhombisa, kwathi abayisihlanu balimala kanti abangu-43 balimele.

Kucekeleke phansi izindlu ezingu-13 000 kwalimala amasimu elayisi.

Isiphepho iSon Tinh sihlasele enkabeni yePhilippines ngesonto eledlule, kwashona abantu abangu-24 kwathi abayisthupha baduka.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter