News24

Kushone 10 kuhlasela iTaliban e-Afghan

2012-08-27 07:29

Kandahar - Oshayasibhamu beTaliban bagasele isizinda sombutho wezempi e-Afghanistan, esifundazweni iHelmand, babulala amasosha ayishumi, kusho izikhulu.

Kulesi sigameko kuphinde kwalimala amasosha amane kwathi ayisithupha alimala kulandela ukuhlasela esifundeni iWashir, kusho isikhulu samaphoyisa endawo uMohammad Ismaiel Hotak elandisa abe-AFP.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter