News24

Kutholakale izidumbu eDamascus

2012-12-31 12:28

Baezeh - Kutholakale izidumbu ezingu-30 ebezilimele kambi, zingabonakali ukuthi ngezobani, enhla nedolobha iDamascus, ngaseBarzeh, la khona bekuqhubeka impi.

Iingqapheli zithi bekuqhubeka impi phakathi kwamavukelambuso namasosha.

"Kutholakale izidumbu ezingu-30 esifundeni iBarzeh, bonke abashonile kukhombisa ukuthi bashaywa kanzima," kusho inhlangano iSyrian Observatory for Human Rights.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).