Angeke Ngishwabane

accreditation

Ubhale ku-tweet ngalesi sehlo ngalobo busuku, wathi, “ANGISOPHINDE ngilubhade unyawo lwami eHUSH Rosebank futhi!!! Zintokazi uma nifuna ukushaywa! Yanini eHUSH!!!” I-tweet yakhe elandelayo ithe, ‘Ngisanda kushaywa unogada oyisidlakela nowokufika eHUSH eRosebank” yenza kubhekisiswe inzondo nabokufika kuleli. Isitatimende seHush kuFace-book sithi: “Ngasikhathi simbe ebusuku emva kuka-2 ekuseni, uMinnie nabangane bakhe babe nengxabano nelinye iklayenti etafuleni eliseduze nelabo. Lana bekungamaklayenti avela eLandani (akuwona ase-Afrika njengoba eshilo). Siphatheke kabi ngendlela akhulume ngayo ngenzondo yabokufika kuleli ezitatimendeni zakhe. IHush iyaziqhenya ngokuba yindawo ekhethwa yizihlabani zakwamanye amazwe, kubalwa uJohn Legend, o-DJ bakwamanye amazwe nabanye abantu.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24