Bekusuka uthuli lwezichwe

accreditation

ALALA amaqhawekazi kwasala izibongo. Lapha kusuke kushiwo abantu okuthe uma bedlula emhlabeni bashiye be-yibekile induku ebandla.

Thina lapha eNingizimu Afrika sesakhala saze saba izichitshana ngokuhamba kwabaculi esibathandayo futhi esikhathini esiningi bahamba ngokukhulu ukuzuma.

Yebo naye uLebo Mathosa intokazi eyayingumzwilili kuleli, nayo safika isikhathi sayo yadlula, sadabuka.

Nokho-ke enye yezingwazi zabalingisi ibone iqhinga engasiduduza ngalo

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24