Ingwazi yezokulingisa

accreditation

UMKHAKHA wezoku ngcebeleka ubusisekile ngalo mlingisikazi ofudumeza izinhliziyo zezigidi zababukeli bamabonakude.

Ukhulumela phezulu kanti namahlaya yinto yakhe.

Okwamenza isilomo kwezikaqed’ isizungu ukuthi wenza umlingiswa wakhe waba yingqalabutho ngebinzana lamagama amlethela udumo athi, “you must never” ngesikhathi elingisa uDoris kuMuvhango ku-SABC2.

Kulezi nsuku waziwa kabanzi ngokulingisa uMaletsatsi Khumalo ku-soapie edlala ku-e.tv, iScandal! Lona nguJoyce Skefu umlingisikazi wesimame ongazibekile phansi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24