Intokozo yodwa kwaKhanyile

accreditation

AKUZINYANGA ezingakanani uLeleti evele kuleli phephabhuku le-DRUM (Izinhlasi Zothando: 25 Okthoba) egcagcela isithandwa sakhe seminyaka eyisi-8 uSkhuthazo Khanyile.

Ngesikhathi bebungaza usuku lwabo olukhulu bezimaziswe abangane nomndeni, babengazi ukuthi okukhulu kanti kuseza.

Kwakungakadluli nezinyanga ezimbili ezibophezele kuSkhuthazo ngesikhathi esola ukuthi kukhona okushaya amanzi.

Ngempela uLeleti owayeselilahlile ithemba lokuthi angaphinde athole abantwana, agone ingane okungeyakhe wathola ukuthi ukhulelwe!

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24