Ngobonga impilo

accreditation

ISIZULU sithi kudla fumuka kudla silaza.

Ukugula akunalo ubandlululo.  Akekho obecabanga ukuthi indlovukazi yoMculo woKholo e-SA ingahlaselwa yileli sela lesifo sikashukela.

Wehlile kancane emzimbeni futhi nemiyeko yakhe uyigundile. Ungafunga ukuthi yitshitshi elithi, ‘mama ngizophekani’.

UDeborah Fraser usibingelele ngokumamatheka.

“Kudala ngagcina ukuxoxa nethimba le-DRUM futhi kuningi engizo nitshela khona,” esho ngenjabulo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24