NjengoKhozi uSma undizela phezulu.

accreditation

Kunabantu okungasho lutho ukuba ngosaziwayo kubona, abangafuni ukuthi impilo yabo yangasese inekelwe izwe.

Kwala ngisho uzama kanjani ukuthola izimfihlo zabo, baqinisa ikhanda.

USma Mbatha ongumlingisikazi kumabonakude uyilolu hlobo lukasaziwayo ongafuni kusondelwe ezindabeni zakhe zangasese.

Kucace bha ukuthi ungusaziwayo ohlukile ngesikhathi ithimba leDRUM lihlela ukubonana naye.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24