Sebegcagcile

accreditation

IZINTO zimane ukwenzeka.

Laba ababili baqala ukubonana emi-nyakeni eyishumi eyedlula besafunda esikoleni samabanga aphe- zulu.

Lapha sikhuluma ngoSifiso Nhlapo (25)  oshade nentandokazi yakhe yeminyaka uToni Prinsloo (23).

Lo msha-do awujwayelekile neze: le khaphuli ivu-melene ngokuthi namhlanje izokwenza ngokwengqubo yakuboSkizo (abangani bakhe bajwayele ukumteketisa kanjalo uS’fiso) okusho ukuthi kuzoqhutshwa usiko lwesiZulu bese kulandela umshado omhlophe ekupheleni konyaka.

Bazi-misele ukuba lowo mshado bawuxube nosikompilo lwakubo kaToni olwenziwa kweleziKoshi.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24