Sebekhulile!

accreditation

SEKUYISIKHASHANA lezi zi- ntokazi ezintathu  singaziboni.

Phela, zaziba mdibi munye ohle- lweni ezazilethula kumabonakude.

Lezi zintokazi namanje ziseyimbumba ngesikhathi zihlangana  nazo eresitshurenti yase-Ultra-Chic Co.fi  eRosebank, eGoli.

“Angisakwazi, kudala ngakugcina CC,” kusho umlingisikazi uKhanya Mkangisa ngentokozo ebona uzakwabo abesebenza naye ku-YoTV  uHulisani “CC” Ravele

emhaga.

“Side isikhathi,” kumoyizela uHulisani.  Lezi zintokazi ezimbili zethule lolu hlelo ngokubambisana i-YoTV Big Breakfast Show iminyaka emibili zisebenza ndawonye.

Funda kabanzi ngalokhu kuDRUM - 7 February 2013

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24