'Sengiziyekile izidakamizwa'

accreditation

Ezinyangeni ezimbalwa eze- dlule uTrevor Gumbi (32) wayecabanga ukuthi uzogcina ejele noma ethuneni ngenxa yezidakamizwa.

Sekuphele izinyanga eziyishumi engasasithinti isidakamizwa esibizwa nge-cocaine, impela useyabonakala ngisho nasemzimbeni wakhe.

“Impilo sengiyibuka ngelinye iso manje, nginomngane wami ongesekayo kanye nenkosikazi yami,” esho ekhomba uLucille (30) ozomeseka.

“Sesichitha isikhathi esiningi ndawonye, obekuyinto ebinga- savamile ukwenzeka.

Sisanda kubuya ukuyongcebeleka eThekwini,” kusho uTrevor  esingatha umkakhe.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For 14 free days, you can have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today. Thereafter you will be billed R75 per month. You can cancel anytime and if you cancel within 14 days you won't be billed. 
Subscribe to News24