Sivuselela owemfashini

accreditation

“Angisuye usozimfashini futhi anginandaba nezinto eziningi noma umsiko othize,” lawa ngama- zwi ongewalindele ku-msiki wengqephu odumile nohlonishwayo ophethe ilebula leStoned Cherrie,  uNkhensani Nkosi.

Nokho ungalindela noma yini kowesifazane osephathe ibhizinisi lemfashini eliphumelelayo iminyaka eyi-13 nokhaliphile ekukhuliseni lo mkhakha.

Kodwa uNkhensani uyachaza ukuthi uthando lokusika ingqephu yilo olwamholela ekuthandeni lo mkhakha.

“Uma siyiqala ekuqaleni, siyenza ngaphandle kokubheka ukuthi impahla ijwayelekile yini ezitolo,” echaza.

“Kodwa akusikho lokho. Ngifuna ukuphuma ngesinyelela ngibuyele la ngivele ngenze nje.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24