U-Bongani ngqo!

accreditation

Ubunjalo bakhe buyakuphazamisa kancane uma uqala ukumbona.

Ugqoke ncamashi njengoSledge odume ikakhulu emdlalweni we drama owuchungechunge i-Zone 14, ku-SABC1.

Uma sihlangana noSledge ogama lakhe langempela nguBongani Maseko (32) sifunda ukuthi lo mlingisi unesizotha futhi uzithobile.

“Ngethula izinkulumo ezakhayo ezikoleni ezizungeze i-Alexandra, eGoli. Izingane ziye zilindele ukubona uSledge uma ngikhuluma nazo,” kuchaza lo mlingisi.

Ku-Zone 14 uBongani akahleki, akancokoli kodwa uma sihleli naye sithola ukuthi  ungumuntu onama-hlaya.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24