USarah usize uKelly

accreditation

LE NTOKAZI inegama elingelihle embonini yezikaqed’isizungu, yize inekhono elivelele akukho muntu olangazelela ukuba seduze kwayo ngenxa yokungathembeki  nokuziphatha budede-ngu.

Ikusasa likaKelly Khumalo licishe lashabalala.

Uthando lwakhe nalowo owaboshelwa icala lokubulala uMolemo Maarohanyane ‘Jub Jub’ lalinokuhlukumeza phakathi lasakazeka emithonjeni yabezindaba.

Yize wayemseka ekuqhube-keni kwecala lakhe, lokho akumsizanga ngalutho.

Okuqeda amandla  nakakhulu ukuthi uzibulalisa ngezidakamizwa.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For 14 free days, you can have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today. Thereafter you will be billed R75 per month. You can cancel anytime and if you cancel within 14 days you won't be billed. 
Subscribe to News24