Ziyawushaya kuLeleti

accreditation

Besilindele ukubona ubukhazikhazi bomgcagco wesiZulu kuneqembu elikhokhelwayo labasinayo, ibutho lezinsizwa zingcweka zenanela ukudla amadumbe.

Kodwa lo makoti ubezifunela nje umcimbi oshayela phansi obungazwa nje umndeni

osondelene nomakhelwane.

Lo mcimbi ubuhanjelwe izimenywa ezingabalelwa kwezingama-90 elokishini elaziwayo lakwaKwaMashu, eThekwini zizobungaza lo mgcagco wesintu wengwazi uLeleti Khumalo (owaziwa ngoMaKhumalo) kanye ne-sithandwa sakhe samasolokohlo uSkhuthazo Winston Khanyile(40) odume ngo-SK.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For 14 free days, you can have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today. Thereafter you will be billed R75 per month. You can cancel anytime and if you cancel within 14 days you won't be billed. 
Subscribe to News24