Bayaqhakaza oDJ base-Pietermaritzburg

ISITHOMBE:sithunyelwe Icwecwe likaDj Spice no-DJ Vergo abalipheke no-UPZ wase France.
ISITHOMBE:sithunyelwe Icwecwe likaDj Spice no-DJ Vergo abalipheke no-UPZ wase France.

UDJ SPICE Libraz noDj Paul Vergo bakhiphe i-album nomculi wase-France u-UPZ. I-album ebizwa nge-033 Lifestyle Shisanyama Sessions izothandwa abalaleli bezilomo ezifana noBlack Coffee.

Omunye wabaphathi be-033 Lifestyle uMnu Bongani Mhlongo uzwakalise ukulithakasela leli elizokwenza bakwazi ukusabalalisa ikhono lo mculo eMgungundlovu.

“Abantu bezwa iculo elimnandi laGlen Lewis kodwa abazi ukuthi leli culo lenziwe umfana omncane wase-Maritzburg ekamelweni lakhe. Liningi ngempela i-thalente la kodwa abantu abanayo imali nethuba lokuziveza noma ukuthi bathuthe baye eGoli.

“Ngakho-ke thina besifuna ukwembula leli thalente,” kusho uMhlongo.

UMhlongo uqhube wathi uyethemba ukuthi abaculi bakuleli bathola ulwazi olujulile kule ndima lapho behlanganyela nabaphesheya ekwenziweni kwezingoma zabo.

“Abanye abangathanda ithuba lokutshengisa umphakathi amaculo abo bangalalela iKZN Lifestyle Show ngoLwesihlanu kusukela ngo-10 ebusuku kuze kube elokuqala ntathakusa kwi-KZN Capital 104 FM.

I-albhamu ingathengwa kwi-internet ku-Google Play Store nakuTraxsource kanye nakhona ezindlini zokusakaza zeCapital Radio.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 957 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1799 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 9908 votes
Vote
ZAR/USD
15.12
(+0.36)
ZAR/GBP
20.24
(+0.23)
ZAR/EUR
18.02
(+0.24)
ZAR/AUD
11.14
(+0.40)
ZAR/JPY
0.14
(+0.35)
Gold
1806.39
(-0.14)
Silver
23.32
(+0.29)
Platinum
965.00
(+0.83)
Brent Crude
47.84
(+3.78)
Palladium
2323.00
(-0.13)
All Share
57742.19
(-0.03)
Top 40
52940.79
(-0.20)
Financial 15
11641.10
(-0.29)
Industrial 25
79835.50
(-0.36)
Resource 10
52605.42
(+0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo