Amaphoyisa afuna abalahlekile

izithombe: zithunyelweMnqobi Justpray Sibisi.
izithombe: zithunyelweMnqobi Justpray Sibisi.

AMAPHOYISA se-Pinetown acela umphakathi uwalekelele ekufuneni ababili abadukile.

Owokuqala kwabadukile uMnuz Mnqobi Justpray Sibisi (27) wase Mount Moria ePhoenix.

Ugcine ukubonakala lapho esebenza khona ePinetown ngoLwesithathu mhla ka-24 kuMasingane (January).

Ugcinwe egqoke isikhipha esibovu nodangara (jean) eluhlaza okwesi bhakabhaka (blue) namateku awumbala ophuzi (brown).

Owesibili kwabalahlekile uNks Buyisile Kheswa ohlala ku Kings Road eClermont odabuka eMgungundlovu.
UNks Kheswa waginwa ngoLwesine mhla ka-25 kuMasingane (Janury) ngezikhathi zawo 5 ntambama.

UNks Kheswa usebenza kwa Gud eSipingo.
Uma kukhona ongasiza amaphoyisa ngokuthola laba abalahlekile engaxhumana no Warrant Officer Thami Shezi enombolweni ethi:083 735 6707 noma eshayele inombolo yama phoyisa ku crime stop ethi: 08600 10111.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 8141 votes
It's four more years for Trump
53% - 9305 votes
Vote
ZAR/USD
16.23
(-0.06)
ZAR/GBP
21.20
(-0.17)
ZAR/EUR
19.17
(+0.19)
ZAR/AUD
11.58
(-0.13)
ZAR/JPY
0.15
(+0.10)
Gold
1903.70
(+0.30)
Silver
24.28
(-0.58)
Platinum
893.00
(-0.22)
Brent Crude
41.25
(0.00)
Palladium
2368.00
(-0.12)
All Share
55073.29
(-0.48)
Top 40
50412.70
(-0.55)
Financial 15
10700.67
(-0.83)
Industrial 25
74545.00
(-0.48)
Resource 10
52281.91
(-0.53)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo