Sibhalele udaba lwakho silushicilele kwi-Pinetown Fever Uma kukhona udaba othanda silushicilele sithumele i-sms enombolweni ethi:074 209 5642 nendawo lapho ohlala khona ukuze sizozifikela mathupha.

SITHANDA ukumema abafundi baleli phephandaba iFEVER ukuba basibhalele ngokwenzakalayo ezindaweni abahlala kuzo.

Ithimba leFEVER lizimisele ukuba lifike mathupha ukuzobhala lolo daba umfundi acabanga ukuthi likufanele ukushicilelwa kuleli phephandaba.

IFEVER ishicilelela noma yiziphi izindaba zomphakathi kubalwa izindaba zase mabandleni, ezobugebengu emphakathini, izinhlangano nemikhankaso yemiphakathi, abantu abenza umehluko emphakathini nabantu abanamathalente athile empilweni.

Ningakhohlwa bafundi ukuthi sitholakala nakwi-facebook lapho ngisho nomuntu obengalitholi leliphephandaba ezindaweni esizibhalelayo uzokwazi ukulifunda noma ngabe ukuphi.

Ikhasi lethu le-facebook lithi: Pinetown Fever. Leli khasi le-facebook lenziwe ngokucophelela, ngocwepheshe bezama-computer abenza kubelula ukuthi wonke amalungu omphakathi akwazi ukufunda izindaba esizibhalayo.

Leli phephandaba ligunyaza umphakathi ukuthi ubhale izindaba ofisa ziphume kwiphephandaba ngale kokulinda intatheli.

Ngakho ke mfundi siyakumema ukuba ube yingxenye yawo wonke ama-facebook editions ethu, lokhu kuzoqinisa ubudlelwane beFEVER nomphakathi jikelele.

Awuke uzame ukuthi ungene kuleli khasi le-facebook, ubone esinethulela kona. Konke kusezandleni zenu bafundi bethu abathandekayo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 4640 votes
It's four more years for Trump
54% - 5507 votes
Vote
ZAR/USD
16.47
(+0.18)
ZAR/GBP
21.41
(-0.30)
ZAR/EUR
19.42
(-0.37)
ZAR/AUD
11.68
(+0.31)
ZAR/JPY
0.16
(+0.23)
Gold
1908.59
(+0.43)
Silver
24.61
(+1.70)
Platinum
860.00
(-0.29)
Brent Crude
43.06
(0.00)
Palladium
2338.50
(+0.76)
All Share
55161.03
(+0.21)
Top 40
50741.94
(+0.09)
Financial 15
9977.80
(+3.10)
Industrial 25
74762.95
(-0.61)
Resource 10
54129.95
(-0.07)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo