Izaziso

Sicela ukufuniswa ubaba kaSosibo Bhekisgcino amthola KuZiningi Sosibo wase Mbali unit 14. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgcobo kulenombolo 033 392 8648.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Mbulelo Manci, umama kaMbulelo uThembani Manci ongasekho obehlala e-Willowfointain onolwazi athintane no Sonhlalakahle T.S Mncwabe ku 033 399 8610.

Sicela ukufuniswa ubaba no mama ka Angel no Noluyolo Mzuzwana base Mbali unit 14. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgcobo kulenombolo 033 392 8648.

Sicela ukufuniswa ubaba ka Gasa Sihle ohlala Mbali unit 14. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgcobo kulenombolo 033 392 8648.

Sicela ukufuniswa ubaba kaNomfundo noKwanele bakwaMvelase e Mbali unit 14. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNgcobo kulenombolo 033 392 8648.
Besicela ukufuniswa ubaba kaSlindile Ngcobo owayehlala eZinketheni, onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle uMnu. N Mchunu kulenombolo 033 392 9600/09.

Besicela ukufuniswa uBaba kaKwanele Shelembe owayehlala eSwapo B. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uMnu. N Mchunu: 033 392 8600/09.

Sicela ukufuniswa ubaba kanye nomama kaZothani Zuma ababehlala eZinketheni, onolwazi sicela athinte uSocial Worker uMnu. N. Mchunu kulenombolo 033 392 8609.

Sicela ukufuniswa uBaba kaThokozani Nene owayehlala eZinketheni. Onolwazi sicela athintane noSocial Worker uN Mchunu: 033 392 8600/09.

Besicela ukufuniswa uMama kaSyanda Nala. UMama wayehlala eZinketheni, uBaba ongasekho emhlabeni wayehlala eAlbert Force. Onolwazi sicela athintane noSocial Worker uMr N. Mchunu kulenombolo: 033 392 8600/09.
UMnyango wokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa ubaba ka-Akhona Dlamini ozalwa nguLindiwe Madonsela ongasekho. Kuthiwa babehlala e-Hayfields e-Pietermaritzburg. Onolwazi sicela axhumane nehhovisi athinte usonhlalakahle u-Z.H. Mhlongo Mazibuko kulenombolo 033 392 8605 noma avakashele ihhovisi phakathi kuka 8am kuya ku-4pm.

All are invited to an entertainment event by comedians, poets, and musicians at Voortrekker Museum on September 16, from 1pm to 6pm. Tickets will be available at the door. For more information contact 074 769 9915.
Sicela ukufuniswa ubaba kaZungu Kwanele. Umama wakhe uZungu Kita Gladys ongasekho emhlabeni. Sicela uma kukhona omaziyo ubaba wale ngane athintane no sonhlalakahle uLinda kulenombolo 033 505 0087/4/3.

Sicela ukufuniswa umama kaMtshali Skhumbuzo Xolani. Ubaba womntwana uMtshali Elphas Zwengobani wase Sgodini ongasekho emhlabeni. Sicela kukhona omaziyo athintane nosonhlalakahle uLinda kulenombolo 033 505 0087/4/3.
UMnyango wokuThuthukiswa koMphakathi ucela ukufuniswa ubaba kaNomathemba Moleeko owazalwa uMtsidisi Moleeko. Onolwazi ngobaba wengane sicela athintane nosonhlalakahle D.Z.A Mkhize ku 033 392 8605.
UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela ukufuniswa uBaba kaGambu Amanda owaziwa ngoShabalala Sipho owayemthole kuGambu Balungile Flora ongasekho. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo 033 392 8609.

UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela ukufuniswa uMama ka-Ball Sbusisiwe Pinky Pretty owaziwa ngo-Buthelezi Sanelisiwe ongaziwa ukuthi ukuphi, wayemthole ku-Ball Nicholas Theo osadla anhlavana. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo 033 392 8609.

UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela ukufuniswa abazali ba-Nguse Samkelo, igama likamama wakhe ngu-Nguse Ntombifuthi kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo 033 392 8609.

UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela ukufuniswa umama kaMchunu Siyanda owaziwa ngoMthiyane Lungile okukholakala ukuthi ungowokudabuka eMtubatuba. Siyanda wayemthole kubudlelwano ayenabo noMchunu Simphiwe Mzomuhle osadla anhlavana. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo 033 392 8609.

UMnyango wezokuThuthukiswa koMphakathi, ihhovisi lase-Pietermaritzburg licela ukufuniswa umama ka-Jonkers Houston Musawenkosi noJonkers Jayden Thobani owaziya ngoJonkers Jolene ongaziwa ukuthi ukuphi.Wabathola kuQwabe Bethuel Zamani ongasekho. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle Zondi Ntokozo kulenombolo 033 392 8609.

The Department of Social Development-Pietermaritzburg Service Office is looking for Devanah Maharaj who is Maharaj Pariksha’s biological father. He had her while he was in a relationship with Lutchman Devika, who is still alive. Anyone who has information must contact the social worker Ms. Zondi Ntokozo at 033 392 8609.

The Department of Social Development-Pietermaritzburg Service Office is looking for Pursotham Bhagti’s biological father whose identity and whereabouts are unknown. Bhagti was born to the late Ms. Pursotham Nerupa from Raisethorpe-Northdale. Anyone who has information must contact the social worker Ms. Zondi Ntokozo at 033 392 8609.
The SAVF Social Services is asking for assistance with locating the biological fathers of the following children. The biological mother, Rita Jacobs, of the children concerned is deceased and the whereabouts of the fathers is unknown to the family. The children do not share the same father. The first child concerned is Lynton JT Jacobz born 2004, May 3, male, and the second­ child concerned is Irlyn Enrico Jacobs born 2007, June 24, male.

The SAVF Social Services is asking for assistance with locating the biological fathers and the mother of the following children. The biological mother of the children is Renel Jacobs who was born 1983-08-15, she is alive but she abandoned her children and her whereabouts are unknown to the family. The children do not share the same father and the fathers of the children concerned are unknown to the family.

The first child concerned is Siyanda Ruwaine Jacobz born 2008, September 1 and the second child concerned is Rayleen Lesley Jacobz born 2012, September 5.

The SAVF Social Services would like to locate the biological father of the following child.

The biological mother of the child concerned is Ms Juanita Price who is deceased and the whereabouts of the father are unknown to the family who believe he is named Oscar Shabalala believed to be residing at Imbali 2, Pietermaritzburg.

The child concerned is Jessica Nokwande Price born 2010, February 1.
Sicela ukufuniswa ubaba ka-Alwande Phewa. Uyise wakhe asimazi kepha umama wakhe uSlindile Mchunu wayethi ubaba wengane uMbuso Phewa. Siyacela owaziyo ngaye esithinte kulenombolo 033 392 8600.

Ngicela ukufuniswa ubaba kaNomfundo Mbeje waseNtembeni igama lakhe akaziwa kodwa igama lika mama uTholakele Maria Gwala ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athinte usonhlalakahle uS.D. Vilakazi ku 033 505 0084.

Sicela ukufuniswa umama ka-Andile Slindokuhle Mthembu onguLondiwe Mtolo wasePhosana e-Bulwer ongaziwa ukuthi wayakuphi kanti ubaba wengane uBongumusa Wiseman Mthembu wase-Bulwer kodwa ohlala e-Edendale. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uZ.H. Mhlongo ku 033 392 8605.

Sicela ukufuniswa uThobeka Dlamini umama ka-Andile Mkhize owamshiya nobaba wakhe uVusi Mkhize, wase Willowfointain onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uTS Mncwabe ku 033 392 8610.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSphesihle Gasa igama lakhe elingaziwa umama kaSphesihle uNokuthula Gasa ongasekho ubehlala e-Willowfointain onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uTS Mncwabe ku 033 392 8610.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSthembile Nzimande igama lakhe elingaziwa umama kaSthembile uLindiwe Nzimande ohlala e-Willowfointain onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNP Hlongwana ku 033 392 8610.

Sicela ukufuniswa uMbali Shezi umama kaLwandle Shezi ohlala e-Willowfointain onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uTS Mncwabe ku 033 392 8610.

Sicela ukufuniswa umama kaSandile Litali, igama lakhe uFanele Nonembile, wayehlala kaDambuza. Ufunwa ubaba wengane ayishiya kuLucas Litali. Onolwazi angathinta usonhlalakahle T.F Mdluli ku 033 392 8617.

Mathonsi Mantombi ucela ukufuniswa ubaba kaMathonsi Sinethemba owayezalwa ngu Mathonsi Precious Thandazile owayehlala e Swayimana-e Ndlaveleni. Onolwazi angathintana no Ms T.A Ntuli on 033 502 0074/ 033 5022184 ngezikhathi zomsebenzi.

Mkhize Tolakele ucela ukufuniswa ubaba ka Mkhize Manqoba owayezalwa ngu Mkhize Minah Thulisile owayehlala e Swayimana-Odlameni. Onolwazi angathintana no Ms T.A Ntuli on 033 502 0074/ 033 5022184 ngezikhathi zomsebenzi.

Sicela ukufuniswa ubaba kaSiphephelo Sithole ongu John Sitho;e kanti umama wakhe uThobeka Octavia Sokhela ongasekho emhlabeni. Babehlala e-Hopewell kodwa manje ingane ihlala eMbali BB. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle N. Dlamini ku 033 392 8642.

Sicela ukufuniswa umama kaSbahle Ngubane onguThembeka Ngubane ongaziwa ukuthi owalaphi kanti ubaba wakhe uNdlela Thabani Wiseman ongasekho owayengowase Nanda kodwa ehlala e-Ashdown. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uNgcobo ku 033 392 8600/48.

For your notices to be published them to makhosandile.zulu@media24.com by no later than Tuesday.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 3667 votes
Yes, at work
17% - 1154 votes
No, I've never experienced this
27% - 1825 votes
Vote
USD/ZAR
14.26
(-0.3)
GBP/ZAR
19.85
(-0.4)
EUR/ZAR
17.16
(-0.4)
AUD/ZAR
11.05
(+0.0)
JPY/ZAR
0.13
(-0.3)
Gold
1,794.40
(+0.9)
Silver
26.57
(+2.8)
Platinum
1,218.50
(+2.5)
Brent Crude
66.57
(-0.7)
Palladium
2,882.01
(+4.3)
All Share
67,146
(+0.5)
Top 40
61,399
(+0.5)
Financial 15
12,126
(-0.3)
Industrial 25
86,735
(+0.3)
Resource 10
69,254
(+1.0)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo