Izaziso

SICELA ukufuniswa abazali bakaSimukelo Nxumalo ababehlala oKhalweni eSweetwaters umama wakhe nguNokuthula Nxumalo. Sicela ongaba nolwazi axhumane nosonhlalakahle ZL Gwala eVulindlela Service Office kulezi zinamba ezilandelayo 033 399 0026 / 033 505 0083.

Sicela ukufuniswa ubaba ka-Esihle Zuma owayehlala eMpophomeni eHowick ethandana noNomfundo Zuma osewashona ehlala endaweni yaseNadi eSweetwaters, Sicela ongaba nolwazi agxumane nosonhlalakahle unkosazane ZL Gwala eVulindlela Service Office kulezi zinamba ezilandelayo 033 399 0026 / 033 505 0083.

Sicela ukufunisa ubaba kaMalwande Avele Ndawonde ozalwa nguTutu Ndawonde ongasekho emhlabeni. uTutu Ndawonde ubehlala kwaZayeka eSweetwaters, sicela ongaba nolwazi axhumane nosonhlalakahle unkosazane ZL Gwala eVulindlela Service Office kulezi zinombolo ezilandelayo 033 399 0026/ 033 505 0083.

Sicela ukufunisa abazali baka Lindelwa Mthalane no Ntando Mthalane abazali babo abaziwa ukuthi bakuphi nendawo. Umama wabo uLindiwe Mthalane obehlala eMbubu eSweetwaters owanyamalala ubaba wabo akaziwa ukuthi ubani. Sicela onolwazi ukuba athintantane nosonhlalakahle unkosazane ZL Gwala eVulindlela Service Office kulezi zinamba ezilandelayo 033 399 0026 / 033 505 0083.

Sicela ukufuniswa u Sicelo Sokudela ongubaba Ka Aphile Sithole owayezalwa ngu Nokubonga Sithole. Onolwazi secila athinte u Sonhlalakahle u N Dlamini Ku 0333988642 eMbilakhahlela.

Sicela ukufuniswa ubaba kaMtolo Sbongokuhle owaziwa ngo Zondi. Umama ngu Mtolo Lindiwe Jane ongasekho emhlabeni, onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Sicela ukufuniswa umama ka Zekhethelo Gasa ongu Ayanda Zuma, ubaba uSanele Gasa. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Sicela ukufuniswa ubaba kaXoliswa Nene ongaziwa, uzalwa uThokozani Nene ongasekho emhlabeni. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Sicela ukufuniswa umama kaNjabulo Zuma ongu Nonhlanhla Ngozi, uzalwa uPatrick Zuma. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Sicela ukufuniswa umama ka Tebuho Mokoena ongu Mirriam Msiya, uzalwa uMolayi Litsema Mokoena. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Sicela ukufuniswa abazali ba Siyanda Dlamini, Kwanele Dlamini no Razal Dlamini umama ngu Anna Sibongile Dlamini, ubaba akaziwa. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Sicela ukufuniswa umama ka Hlongwane Xoliswa ongu Thabsile Nxele. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize kaMbilakhahlela ku 033 392 8600/7.

Isimemezelo somhlangano. Ikomidi lakwaMavundulu limema umhlangano ophuthumayo ozoba ngeSonto ngomhlaka 1 ku Okthoba ehholo lomphakathi eMshwati ngo-9am ekuseni. Kumenywa abantu abasuswa kulezindawo, Mhlalane, Dalton, Soyini, Khamanzi, Menzi, Mshwati namaphethelo. Abantu bacelwa ukuthi bephathe ama-ID book kanye nama-copy a-certified e-ID book. Okhiphe isimemezelo umzukulu weNkosi uMavundulu otholakala kulenombolo 082 676 4349 noma ungaxhumana nonobhala u-AA Ndlovu ku 072 458 9575.

Ngisacela ukufuniswa ubaba kaKhanyile Ayanda owamthola kuKhanyile Xolisile wasePeacevalley ongasekho emhlabeni onolwazi athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

Ngisacela ukufuniswa ubaba kaCele Sphesihle owaziwa ngoMduduzi Sibisi owamthola kuCele Sphumelelo ongasekho emhlabeni wase Ashdown onolwazi athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

Sicela ukufuniswa umakaThemba Khuzwayo owayehlala e-Peaceville 3. Sicela omaziyo axhumane nosonhlalakahle uNkk k. Dobson kulenombolo 033 392 8600.

Sicela ukufuniswa umama kaSiyabulela Edward Mendwani, ogama lakhe linguNondumiso Mendwani. Onolwazi sicela ashayele usonhlalakahle N.E. Ngubane kulenombolo 033 392 8600.

CHILD AND FAMILY WELFARE SOCIETY­ IS TRYING TO TRACE THE WHEREABOUTS OF:

Parents of Emihle Mchunu born (2014/09/30)

Mother: Nondumiso Mchunu

Father: Unknown

Parents of the following children:

Asanda Ndlovu, born, 03/09/2013 and Philasande Ndlovu born 31/05/2017.

Mother: Nompumelelo Ndlovu

Father: Phelelani Mafu

If you have information, contact social worker Ms T.P Nala on 033 342 8971.

I child welfare icela kufuniswa izihlobo zika NJabulo Nala owazalwa ngo 2008/08/28 owalethwa amaphoyisa ngonyaka ka 2007 kuDecember. Onolwazi angathintana nosonhlalakahle u Nonhle DLamini ku 033 342 8971.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 1870 votes
Yes, at work
17% - 576 votes
No, I've never experienced this
28% - 954 votes
Vote
USD/ZAR
14.23
(-0.7)
GBP/ZAR
19.86
(+0.2)
EUR/ZAR
17.12
(-0.2)
AUD/ZAR
11.06
(-0.2)
JPY/ZAR
0.13
(-0.2)
Gold
1,770.56
(-0.3)
Silver
25.80
(-0.7)
Platinum
1,210.50
(+0.6)
Brent Crude
66.77
(-0.3)
Palladium
2,823.00
(+1.5)
All Share
68,210
(-0.7)
Top 40
62,461
(-0.7)
Financial 15
12,396
(-0.4)
Industrial 25
88,551
(-0.9)
Resource 10
69,977
(-0.5)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo