Izaziso

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNqubeko noNonhle Mtolo ongaziwa. Umama wezingane uLungeleni Mtolo wase Elandskop ongasekho emhlabeni. Abazali balezingane babe glangane e-Ixopo kwaSibhakela. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uNksz Ntsele ku 033 505 0083.

• Ngisacela ukufuniswa ubaba kaDlamini Andiswa ohlala ePeacevalley owaziwa ngoSthembiso Cyprian Hadebe owamthola kuDlamini Ntokozo Favourite ongasekho emhlabeni, onolwazi athinte usonhlalakahle uKheswa ku 033 392 8600.

• The SAVF seeks to find the mother of Du Plooy Kayden born March 22, 2015. His mother is Tharoshini Naidoo and his late father is Du Plooy Kurt Clarance.

• Omkhulu nogogo base Unit 3 nase CC bayaziswa ukuthi ukuzivoca voca sekuqalile. Izinsuku uLwesibili nangoLwesine ngo-9am e-Tehuis. Ngeminye imininingwane bangathintana nomaKunene ku 060 927 5581 kanye noNonhlanhla ku 073 372 2601.

• Sicela ukufuniswa ubaba ka-Anathi Siyamthanda Dlamini onguVusi Ndlovu waseSweetwaters kanti uamam wakhe uZama Snethemba Dlamini ongasekho owayehlala eMbali e-Tehuis. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uZama Mazibuko ku 033 392 8605.

• Sicela ukufuniswa umama ka-Anele noNkosinathi Andile Manzolo onguNofirst Nthabiseni Poki wase Matatielle kodwa wayehlala e-Tambowville ongaziwa ukuthi waya kuphi. Ubaba wabo uMawabo Manzolo ongowase Matatiele naye kodwa ohlala e-Tambowville. Sicela ongaba nolwazi athinte usonhlalakahle uDlamini ku 033 392 8612.

• Sicela ukufuniswa abazali bakaMinenhle Mahlaso abangu Thobile Mwelase ongumama wakhe noNkosinathi Mahlase abagcinwa behlala eMaswazini. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle uMnu. Memela ku 033 505 0084.

• Sicela ukufuniswa uBaba kaAkhanya Siphosethu Luthuli ozalwa uBuyile Luthuli ongasekho emhlabeni. Onolwazi sicela athintane noSonhlalakahle uNK Hlela ku033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa ubaba nomama kaAnathi Bonani Ntaka okungu Skhumbuzo Zondi kanye no Sizakele Ntaka abahamba ekhaya ngo 2008. Onolwazi angaxhmana no social worker Miss J.S Ndebele ku 033 392 8604.

• Sicela ukufuniswa umama ka Thato Matabane ongu Marolisang Motlodi, ubaba ungu Matabane Hlonono Peter. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uT. Mkhize ku 033 392 8600/7.

• Sicela ukufuniswa obaba balezingane, uCekwane Mpilonhle noCekwane Ayanda. Umama wezingane uCekwane Mbali ongasekho emhlabeni. Sicela uma ekhona obaziyo athintane nosozonhlalakahle uNksz Linda Kulenombolo 033 505 0087/3/4.

• Ngicela ukufuniswa umama kaMtshali Skhumbuzo Xolani. Ubaba wengane uMtshali Elphas Zwengobani ongasekho emhlabeni. Sicela uma ekhona omaziyo umama wengane athintane nosozonhlalakahle uNksz Linda kulenombolo 033 505 0087/082 807 5873/078 986 0823.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaVidima Andiswa Luyanda. Umama wengane uPhakamisile Favourite Vidima ongasekho emhlabeni. Sicela uma ekhona onolwazi ngobaba wengane athintane nosozonhlalakahle uN.N Linda kulenombo 033 505 0087/3/4.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNdawo Zanoxolo kanye nobaba ka Aphile Ndawo abazalwa uSthembile Ndawo ohlala endaweni yakwaDindi e-Taylors Halt. Sicela onolwazi athintane nosonhlalakahle uS.D. Vilakazi kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaNoxolo Sosiba ozalwa uGeje Sosiba ongasekho. Ubaba wagcinwa ehlala endaweni yaseMsinga isibongo uMkhize. Sicela onolwazi athintane nosonhlalakahle uS.D. Vilakazi kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa ubaba kaLwazilakhe Vidima noNomthandazo Vidima no Aphelele Vidima ongaziwa igama lakhe. Isibongo owakwaNzimande e-Willowfontein. Kanti umama wabo uFikile Happy Vidima ongasekho owayengowaseSwayimane. Sicela onolwazi athinte usonhlalakahle Ncube ku 033 502 0074.

• Sicela ukufuniswa umama kaThandiswa Thansi umama wakhe okungu Sindiswa Thansi owagcina ukubonwa endaweni yase Chesterville. Ubaba Uchabanga Mtolo. Onolwazi sicela axhumane nosonhlalakahle uS.F. Memela kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa umama kaXozelo Nonhlanhla igama lika mama uNomveliswa Xozelo ubaba wengane akaziwa. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle u-S.F. Memela kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa umama kaLondiwe Ngubane, Mandle Ngubane, Siyanda Ngubane igama lika mama uPhumzile Ngubane ubaba akaziwa. Onolwazi axhumane nosonhlalakahle uS.F. Memela kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela kufuniswa umama kaThobani Zuma igama lika mama uSibongile Zuma ubaba uBhekithemba Eugene Sosibo. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uS.F. Memela kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa abazali baMinenhle Mahlase igamama lika mama uThobile Mhlase ubaba uNkosinathi Mahlase. Onolwazi athintane nosonhlalakahle uS.F. Memela kulenombolo 033 505 0083.

• Sicela ukufuniswa uSfiso Mkhize ongubaba kaMzandile Mkhize noMsizi Mkhize obethandana noThembisile Chiliza. USfiso Mkhize ubehlala kwaMpumuza ePhayiphini okumanje akaziwa ukuthi uhlala kuphi nendawo. Sicela ongaba nolwazi ukuthi ukuphi nendawo axhumane nosonhlalakahle uMnumzane G.E. Phoswa kwaDambuza Youth Centre noma eVulindlela kulezinombolo ezilandelayo 033 505 00083 noma 033 399 0026.

• Sicela ukufuniswa obaba balezingane, Mkhize Tumelo, noMkhize Nqubeko Aphelele, umama wazo uMkhize Zimbili Andiswa waseMcakweni. Uma ekhona obaziyo sicela athintane nosozonhlalakahle uLinda kulenombolo 033 505 0087.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
47% - 9810 votes
It's four more years for Trump
53% - 11020 votes
Vote
ZAR/USD
16.38
(-1.31)
ZAR/GBP
21.28
(-0.88)
ZAR/EUR
19.26
(-0.96)
ZAR/AUD
11.54
(-0.07)
ZAR/JPY
0.16
(-1.44)
Gold
1876.32
(-1.48)
Silver
23.35
(-3.87)
Platinum
870.00
(-0.47)
Brent Crude
41.09
(+1.96)
Palladium
2231.48
(-3.18)
All Share
52308.14
(-3.28)
Top 40
47930.58
(-3.29)
Financial 15
10026.43
(-4.54)
Industrial 25
72862.13
(-1.98)
Resource 10
48131.41
(-4.51)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo