IZAZISO

•Sicela ukufuniswa abazali baThando Gasa owazalwa mhlaka 03 March 2018. Igama likamama uNontokozo Gasa kanti ubaba uYasin Osman abangaziwa ukuthi bashonaphi.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Ms T.P Nala noma u-Ms N.K Dlamini enombolweni ethi: 033-342 8971 noma azifikele emahhovisi aku- 224 Hooseen Haffejee (Berg street).

•Sicela ukufuniswa abazali ba-Asanda Mkhulise owazalwa ngo-2002/07/10, Olwethu Mncube owazalwa ngo-2008/02/06, Amahle Amkelani Mncube owazalwa ngo-2009/03/30, Kwanele Mncube owazalwa ngo-2011/02/23, Siyanda Mncube owazalwa ngo-2013/07/20 benoSyanqoba Mncube owazalwa ngo-2015/09/30.

Igama likamama uThembeka Mncube kanti ubaba akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Ms T.P Nala noma ngu-Ms N.K Dlamini enombolweni ethi: 033-342 8971 noma azifikele emahhovisi aku- 224 Hooseen Haffejee (Berg street).

•Sicela ukufuniswa ubaba Ka Asanda Nontobeko Ndlovu Ohlala embali unit 14 owayezalwa ngu Buyisile Ndlovu onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle Kheswa kulenombolo 033_3928648.

•Sicela ukufuniswa ubaba Ka Gasa Akhona ohlala Kwanyamazane by Buthokuhle Creche ozalwa ngu Gasa Ntombimpela onolwazi angaxhumana nosonhlalakahle Kheswa kulenombolo 033-3928600.

•I-child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Andiswa Zungu, ozalwa uNtombizodwa Zungu ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu aku-224 Berg Street

•I-child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Minenhle Alexander Majola ozalwa uTholakele Princess Majola ongasekho emhlabeni.

Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala kule nombolo etjhi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu aku-224 Berg Street

•I-child Welfare icela ukufuniswa abazali bakaLukhona Mtolo umama wakhe okungu Nosipho Mbhele ongaziwa ukuthi wayaphi.

Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu aku-224 Berg Street

•I -child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Nomfundo Ngcobo benoNokwanda Ngcobo abazalwa uNtombenhle Gloria Ngcobo, ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu aku-224 Berg Street

•I-child Welfare icela ukufuniswa ubaba ka Zandia Phakathi ozalwa uPhindile Mathobela ongasekho emhlabeni. Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu aku-224 Berg Street

•I-child Welfare icela ukufuniswa abazali baka Omuhle Nocanda, umama wakhe okungu Ntombikayise Xulu kanti ubaba wakhe nguNkosikhona Mishack Nocanda.

Onolwazi kucelwa athintane noNobuhle Madlala enombolweni ethi 033 342 8971 noma azifikele emahhovisi ethu aku-224 Berg Street.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaXwebile Nongcebo Zuma. Ubaba wengane uDen Nyoni ongaziwa ukuthi ulaphi. Igama likamama uBusisiwe Fisani Zuma. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-Mrs T. Mncwabe enombolweni ethi : 033 505 0087.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaXolani Maphumulo owazalwa ngomhlaka 26-04 2007 beno-Asanda Maphumulo owazalwa mlaka 26/04/2007.

U-Asanda uzalwa uNompumelelo Maphumulo ongasekho emhlabeni wakaSwayimane eBaxoleleni. Ubaba yena wayaziwa ngokuthi uThokozani Zuma.

UXolani yena uzalwa uLungi Mpahumulo ongasekho emhlabeni wakaSwayimane eBaxoleleni kanti ubaba wakhe akaziwa. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle u-T.C Mncwabe enombolweni ethi : 033 5022 179.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaThobeka Tjabane. Umama wakhe uSbongile Tjabane owayehlala eMbali Unit 15. Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uMr Tshele enombolweni ethi : 033 505 0083.

•Sicela ukufuniswa ubaba kaSiyathokoza Shabalala owazalwa mhlaka 31/01/2005. Umama wakhe kuthiwa kwakunguPhilile Mangalisile Ngubane ongasekho emhlabeni owayehlala eNew Haover eShiyabazali.

Onolwazi sicela athintane nosonhlalakahle uNks Hlengiwe Msomi enombolweni ethi : 033 502 2187.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Until the matric exams are over, my family is:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Self-isolating to ensure we don't miss any exams
13% - 137 votes
Following Covid-19 safety protocols, but still going out like normal
54% - 591 votes
Business as usual, we're not worried about the virus
34% - 368 votes
Vote
ZAR/USD
16.25
(+0.59)
ZAR/GBP
21.06
(+0.50)
ZAR/EUR
18.93
(+0.95)
ZAR/AUD
11.43
(+0.77)
ZAR/JPY
0.16
(+0.80)
Gold
1877.89
(+0.52)
Silver
23.65
(+1.57)
Platinum
845.00
(-0.35)
Brent Crude
38.07
(-3.48)
Palladium
2208.01
(+0.57)
All Share
51684.70
(-0.41)
Top 40
47472.92
(-0.22)
Financial 15
9459.76
(-3.04)
Industrial 25
73405.64
(+1.00)
Resource 10
47245.91
(-1.21)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo