Kuhlolwe uhlelo lokwakhiwa kwezindlu KwaPata

Share your Subscriber Article
You have 5 articles to share every month. Send this story to a friend!
0:00
play article
Subscribers can listen to this article

UNDUNANKULU wesifundazeni saKwaZulu-Natal uMnu Sihle Zikalala ehambisana noMphathiswa woMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu uNkk Peggy Nkonyeni kanye noMphathiswa ongushampiyoni waseMgungundlovu uMnu Ravi Pillay bahambele indawo yaKwaPata ngeSonto mhla zingama-21 kuNhlolanja (February) ngenhloso yokuzohlola ukuthi kungabe luqhuba kanjani uhlelo lokwakhiwa kwezindlu zomxhaso kulendawo.

UMnu Zikalala ukwenze lokhu ngaphansi kohlelo lwakhe olubizwa ngokuthi ‘Operations Siyahlola’ nokuwuhlelo lwahulumeni lokuhlola inqubeka phambili ekwakhiweni kwezindlu kanye nokulungiswa kwazo.

UMnu Zikalala uthe lolu hlelo luqale ngeminyaka yabo-2010 ngemuva kwezikhalazo zomphakathi ngokuthi izindlu abebenazo nebezakhiwe ngocingo beziyingozi, ngakho kwadingeka ukuthi zidilizwe bese ziqalwa kabusha, kodwa kwabe sekuthatha isikhathi ukuthi zakhiwe kanti abantu babehleli ezindaweni ezingalungile

There’s more to this story
Subscribe to News24 and get access to our exclusive journalism and features today.
Subscribe
Already a subscriber? Sign in
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
As a child or as an adult, have you ever been a victim of bullying?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, at school
55% - 3913 votes
Yes, at work
17% - 1241 votes
No, I've never experienced this
27% - 1944 votes
Vote
USD/ZAR
14.28
(+0.2)
GBP/ZAR
19.84
(-0.1)
EUR/ZAR
17.19
(+0.2)
AUD/ZAR
11.06
(+0.1)
JPY/ZAR
0.13
(+0.2)
Gold
1,786.98
(-0.4)
Silver
26.33
(-0.8)
Platinum
1,201.08
(-1.3)
Brent Crude
65.32
(-1.9)
Palladium
2,843.50
(-1.3)
All Share
66,923
(-0.3)
Top 40
61,162
(-0.4)
Financial 15
12,106
(-0.2)
Industrial 25
86,633
(-0.1)
Resource 10
68,690
(-0.8)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo