Ziyabuya futhi eCubana kuleli Sonto

 IZITHOMBE: ZITHUNYELWE   ABADLALI bomculo abaziwayo, okunguDJ Nka (okwesokunxele) noCollen Zondo (okwesokudla), bazodlala amanoni ezingoma zejazz nezingasoze zabuna (old school music) eCubana ngeSonto lona leli. Lo mcimbi ozoqala ngo-3pm kuze kube y
IZITHOMBE: ZITHUNYELWE ABADLALI bomculo abaziwayo, okunguDJ Nka (okwesokunxele) noCollen Zondo (okwesokudla), bazodlala amanoni ezingoma zejazz nezingasoze zabuna (old school music) eCubana ngeSonto lona leli. Lo mcimbi ozoqala ngo-3pm kuze kube y

ABADLALI bomculo abaziwayo, okunguDJ Nka noCollen Zondo, bazodlala amanoni ezingoma zejazz nezingasoze zabuna (old school music) eCubana ngeSonto lona leli.

Lo mcimbi ozoqala ngo-3pm kuze kube yizintatha, ulethwa iKasenternment yomdlali owaziwayo wezigubhu emculweni wejazz ohamba awazwe ngamazwe, uNkanyezi Cele, owaziwa nangokuletha iPietermaritzburg Jazz Festival njalo ngoNcwaba.

Lona ulandela obukhona ngoNovember 15 okuthiwa waba yimpumelelo enkulu.

UCele uthi ngemicimbi efana nale nalesi khathi sonyaka ugwema ukuthi abantu baye ezindaweni ezifana neTheku belandela ubumnandi.

Kuzongenwa mahhala kanti abafuna eminye imininingwane bangashayela yena uNkanyezi ku-084 046 7201.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 3695 votes
Yes, but social media is part of the new reality
46% - 3413 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 366 votes
Vote
USD/ZAR
14.21
+0.0%
GBP/ZAR
19.76
+0.1%
EUR/ZAR
17.15
-0.0%
AUD/ZAR
11.05
-0.1%
JPY/ZAR
0.13
+0.0%
Gold
1,820.84
+0.3%
Silver
27.45
+0.5%
Palladium
2,963.50
+0.4%
Platinum
1,257.01
+0.1%
Brent Crude
68.09
-1.3%
Top 40
61,706
0.0%
All Share
67,609
0.0%
Resource 10
69,984
0.0%
Industrial 25
86,103
0.0%
Financial 15
12,567
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo