Ababhalisele uxhaso abazobheka imiphumela yezicelo

ABAFUNDI ababebhalisele uxhaso lakwamasipala iHibiscus Coast lwemali yokubhalisa ezikhungweni zemfundo ephakeme bayanxuswa ukuba balandele udaba lwabo ukuze benolwazi ngemiphumela yezicelo zabo. Okhulumela ihhovisi lentsha uMnu. Phumlani Mzobe uthe labo ababefake izicelo kumele baye ehhovisi lentsha ukuze bathole ukuthi izicelo zabo zimi kanjani.

“Sinxusa bonke abebebhalisi ukuba bazobheka imiphumela yabo ehhovisi lentsha elikuWooley Street edolobheni,” kusho uMzobe.

Uthe umabefika ehhovisi bazothola ukuthi yisiphi isinyathelo esilandelayo okumele ukuthi basithathe.

“Umfundi kumele ukuthi aqinisekise ukuthi uphethe incwadi yakhe emamukelayo esikhungweni semfundo ayofunda kusona kanye nesitatimende semiphumela yakhe sakwamatikuletsheni,” kusho uMzobe.

Uthe uma umfundi engeke akwazi ukufinyelela ehhovisi angakwazi ukuthi uxhumane nehhovisi ngicingo kule nombolo, 039-6840357/56.

Ucizelele kakhulu ukuthi lomyalezo uqondene nalabo abese sebezifakile izicelo zabo ngoNovember kuya kuDecember ngonyaka odlule.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 96 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
26% - 186 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
61% - 440 votes
Vote
ZAR/USD
15.25
(-0.09)
ZAR/GBP
20.29
(-0.13)
ZAR/EUR
18.23
(-0.10)
ZAR/AUD
11.25
(-0.23)
ZAR/JPY
0.15
(-0.04)
Gold
1787.51
(+0.09)
Silver
22.67
(+0.11)
Platinum
965.22
(+0.30)
Brent Crude
48.27
(+0.96)
Palladium
2413.01
(+0.60)
All Share
57822.50
(-0.17)
Top 40
53021.58
(-0.12)
Financial 15
11577.71
(-0.58)
Industrial 25
79894.95
(-0.12)
Resource 10
52804.55
(+0.03)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo