Amaphoyisa afuna abasolwa

Izithombe: ZithunyelweAmaphoyisa acela ongaba nolwazi awathinte ezinombolweni ezinikeziwe ngasenhla
Izithombe: ZithunyelweAmaphoyisa acela ongaba nolwazi awathinte ezinombolweni ezinikeziwe ngasenhla

AMAPHOYISA asePort Shepstone acele ukuba uma kungaba khona umuntu onolwazi ngala madoda abonakala ezithombeni asheshe awathinte.

Lokhu kulandela emuva kokuba ngoMgqibelo zili-14 kuMandulo (September) amadoda amathathu agasela kwesinye sezitolo ezisenkabeni yedolobha.

Kuthiwa la madoda afika azenza sengathi kukhona ayezokuthenga kanti phinde. Ngokusho kwesitatimende esikhishwe okhulumela amaphoyisa uKaputeni Petros Mpinge omunye walezi zigilamkhuba uphazamisa omunye wabasebenzi basesitolo ngesikhathi omunye ezitapela ubucwebe.

UMpinge uveze ukuthu lesi sigameko siphenywa nguDetective Contsable Rouen Govender wamahpoyisa asePort Shepstone.

Kanti ongaba nolwazi uyacelwa ukuba athinte abakwasidlodlo kwethi 039 688 1090.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 857 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1616 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8788 votes
Vote
ZAR/USD
15.39
(-0.25)
ZAR/GBP
20.51
(-0.09)
ZAR/EUR
18.23
(-0.11)
ZAR/AUD
11.25
(-0.33)
ZAR/JPY
0.15
(-0.07)
Gold
1824.69
(-0.62)
Silver
23.40
(-0.44)
Platinum
930.35
(+0.63)
Brent Crude
45.51
(+2.15)
Palladium
2323.01
(-0.27)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo