Kuzohlonzwa ezamagugu

IZITHOMBE: zithunyelweOwabe engumeya wamasipala wasoGwini uSithembiso Chiliza (kwesobunxele) ebonisana noMondli Ngcobo kanye noMfanafuthi Ngwabe
IZITHOMBE: zithunyelweOwabe engumeya wamasipala wasoGwini uSithembiso Chiliza (kwesobunxele) ebonisana noMondli Ngcobo kanye noMfanafuthi Ngwabe

IHHOVISI likaNdunankulu esifundazweni saKwaZulu-Natali libambisene nomasipala wasoGwini libambe ingqungquthela ngoLwesihlanu olwedlule ehholo lomphakathi laseMargate. Lapha kudingidwe ukuthi kungenziwa kanjani ukuze kuhlonzwe izindawo ezingasetshenziswa njengezamagugu kulesisifunda.

Lomcimbi ubuhanjelwe izithunywa ebeziphuma esifundaweni kanye nabaholi bomasipala ngokwahlukahlukana kwabo.

Okufike kwagqama ngesikhathi kwethulwa izinkulumo ngukuthi isikhathi esiningi izinto ezingamagugu zabantu abamnyama azithathelwa phezulu bese kuthi lezo zalabo bebala kube izona ezihanjiswa phambili.

UMhloshana Zulu uveze ukuthi ziningi izindawo zamagugu kodwa zibukeka zinganakiwe ikakhulukazi ilabo okumele engabe bayazisebenzisa.

Kulengqungquthela kube sekuthathwa isinqumo sokuba kuzosethsenziswana namakhosi kanye nabasezinhlakeni ezifanele ukuze kuhlonzwe lezizindawo futhi zisetshenziswe ukuthuthukisa ezokuvakasha kanye nokuqhakambisa amagugu alesisifunda

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Would you choose to continue working from home after the coronavirus lockdown if given the option?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, it's much better for me
40% - 7275 votes
No ways! I can't wait to get back to the office
12% - 2125 votes
A mixture of both would suit me best
48% - 8770 votes
Vote
USD/ZAR
14.51
(-0.5)
GBP/ZAR
19.95
(-0.4)
EUR/ZAR
17.33
(-0.2)
AUD/ZAR
11.09
(-0.2)
JPY/ZAR
0.13
(-0.2)
Gold
1,745.39
(+0.7)
Silver
25.36
(+2.2)
Platinum
1,162.00
(-1.0)
Brent Crude
63.28
(+0.5)
Palladium
2,696.11
(+0.6)
All Share
67,073
(+1.0)
Top 40
61,383
(+1.2)
Financial 15
12,155
(+0.1)
Industrial 25
87,974
(+1.6)
Resource 10
67,823
(+1.0)
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo