Votela uQhawekazi kuma local awards

UQHAWEKAZI Thulile Cele ucela umphakathi wasOgwini ukuba umvotele njengoba eqokwe ukuba ngomunye abangenele amaUgu Local Awards 2015. UQhawekazi waziwa kakhulu ekubhaleni izinkondlo kanti futhi useke ezwakale efunda izinkondlo zakhe emsakazweni iRadio Sunny South.

Lentokazi esencane ithi yaqala ukubona ikhono layo mhla ishiywa ngumama kanye nogogo wakhe bedlula emhlabeni. Uthi lesi kwaba isikhathi esinzima kakhulu kuyena.

“Ngazithola ngingedwa ngingakwazi ukukhuluma namuntu. Indlela engakwazi ukthi ngidlulise ngayo ubuhlungu jkwaba ukuthi ngithathe ipeni nephepha ngibhale engikuzwayo ngaphakathi.”

UCele uthe wagcina esekukhonzile ukubhala ngendlela eyisimanga kwase kwathi ngowe-2013 wazwana noGugu Ndwalane,owamhlanganisa noSanele Ndwalane womsakazo iRadio Sunny South.

“Kusukela lapho ngaqala ngazibona ukuth ngiyakhula ngezinkondlo, ngaqala ngathola izimemo ezindweni ezahlukene,” kusho uCele.

Uthe ucela abafundi baseThobigunya nomphakathi umeseke umvotele.

“Ngivotelwa nge-sms ethi UGULA+PF1 ku 33903. Ukuvota kuvalwa mhla zingu 15 November.”

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 4414 votes
Yes, but social media is part of the new reality
46% - 4088 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 456 votes
Vote
USD/ZAR
14.05
0.0%
GBP/ZAR
19.67
0.0%
EUR/ZAR
17.10
0.0%
AUD/ZAR
11.03
0.0%
JPY/ZAR
0.13
0.0%
Gold
1,831.32
0.0%
Silver
27.45
0.0%
Palladium
2,929.64
0.0%
Platinum
1,256.50
0.0%
Brent Crude
68.28
+0.3%
Top 40
62,573
+1.4%
All Share
68,520
+1.4%
Resource 10
71,474
+2.1%
Industrial 25
86,856
+0.9%
Financial 15
12,711
+1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo