Kuboshwe umsolwa oyingozi eNewark

UMSOLWA osekuphele iminyaka emthathu ebalekela amaphoyisa aseNewark uboshiwe ngoLwesine oledlule, ngomhlaka 3 kuZibandlela (December).

Uboshelwe amacala okubulala, ukuphanga kanye nokudayisa izidakamizwa.

Okhulumela amaphoyisa aseNewark, uMnuz Malusi Ngubane uthe umsolwa uboshwe endaweni yase Ohlange emva kokuthi atholakale nensangu.

Uthe: “Emva kokubopha umsolwa, amaphoyisa aseNewark aye ekhaya lakhe lapho afike athola isibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu,” kusho uMnuz Ngubane.

Uqhube wathi umsolwa uvele enkantolo yeMantshi yaKwaDukuza ngoMsombuluko, ngomhlaka 7 kuZibandlela.

UMnuz Ngubane uthe lo msolwa uyingozi emphakathini njengoba esolelwa amacala anzima kakhulu.

Uthe: “Ngithanda ukubonga amaphoyisa aseNewark ngokwenza umsebenzi oncomekayo. Sithemba ukuthi bazoqhubeka nomsebenzi wabo omuhle,” kusho uMnuz Ngubane.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 6226 votes
Yes, but social media is part of the new reality
45% - 5700 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 666 votes
Vote
Rand - Dollar
14.13
+0.0%
Rand - Pound
19.86
+0.0%
Rand - Euro
17.07
-0.1%
Rand - Aus dollar
10.92
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Gold
1,826.85
+0.6%
Silver
27.09
+0.4%
Palladium
2,863.32
+0.1%
Platinum
1,210.07
-0.3%
Brent Crude
69.32
+1.1%
Top 40
60,211
-2.1%
All Share
66,169
-1.9%
Resource 10
69,474
-3.1%
Industrial 25
82,513
-1.5%
Financial 15
12,499
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo