Obekade eboshiwe ushintsha impilo yakhe

Amavolontiya eZwi Lothando kanye noNKK Mbonambi neminye yemisebezi yakhe.PHOTO:supplied
Amavolontiya eZwi Lothando kanye noNKK Mbonambi neminye yemisebezi yakhe.PHOTO:supplied

INHLANGANO engenzinzuzo Izwi Lothando nezibophezele ukusiza umphakathi ngezinsiza ezahlukene okubala ukusiza abantwana ukuba bathole imfundo, omazisi nezitifiketi zokuzalwa nokunye okuningi iphezu kumunye umkhakaso wokusiza abakade bedonsa izigwebo ejele ukuba bezimele.

Lenhlangano nesungulwe nguMnuz Phila Zulu isinxuse umphakathi ukuba ifake isandla iphinde ixhase omunye wesifazane okade eboshiwe nokumanje uzama ukushitsha impilo yakhe ngokwenza umsebenzi wokuthungisa aphinde athungise izimpahla zesintu.

“Siyinhlangano esebenza eduze kakhulu nomphakathi yingakho sicela wonke amalunga omphakathi ukuthi athenge izimpahla kanye nemvunulo yesintu ethungwa uNks Nelisiwe Mbonambi. Unkosazane Mbonambi owake waboshwa kodwa usaphuma manje uphila impilo enhle futhi eyisibonelo esihle entsheni. Wenza umsebenzi wezandla ukuziphilisa yena kanye nomundeni wakhe ngoba engakwazi ukuthi eqashwe ngenxa yokuthi unomlando wokuboshwa (Criminal record),” kubeka uZulu.

Uphinde wagcizelela ukuba umphakathi umeseke uthenge umsebenzi wezandla awenzayo okubalwa imigexe yesintu, ubuhlalo kanye nokunye okuningi .Uma ufisa ukuxhasa ungasishayela kulenamba yocingo ethi 082 515 1701 okanye ungene ku-www.izwilothando.org.za

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When assisting your child with remote learning this year, did you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Follow the school's comprehensive sexuality education (CSE) curriculum?
13% - 334 votes
Adjust the CSE curriculum to suit the family's morals?
24% - 591 votes
Ignore the schools CSE programme and do your own teaching?
63% - 1569 votes
Vote
ZAR/USD
15.33
(-0.37)
ZAR/GBP
20.53
(-0.50)
ZAR/EUR
18.58
(-0.39)
ZAR/AUD
11.39
(-0.55)
ZAR/JPY
0.15
(-0.43)
Gold
1838.43
(+0.48)
Silver
24.10
(+0.41)
Platinum
1021.99
(+1.54)
Brent Crude
47.96
(+1.75)
Palladium
2403.23
(+0.84)
All Share
58651.74
(+0.63)
Top 40
53880.09
(+0.74)
Financial 15
11298.12
(-0.08)
Industrial 25
79578.40
(+0.65)
Resource 10
56074.40
(+1.08)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo