Udubule owesifazane wazibulala

INDODA yaseHlomendlini idubule owesifazane ngeSonto eledlule.

Lokhu kuvele ngokhulumela amaphoyisa aseNewark uMnuz Malusi Ngubane.

UMnuz Ngubane uthe lesi sigameko senzeke ngeSonto ntambama. Uthe kubikwa ukuthi le ndoda nowesifazane odutshuliwe bake bathandana kudala.

Uthe: “Indoda ithe isimdubulile lo owesifazane iphendule isibhamu yazidubula yona. Owesifazane udutshulwe esifubeni. Uphuthunyiswe emtholampilo. Indoda yona itholakale phakathi endlini ishonile,” kusho uMnuz Ngubane.

Uqhube wathi amaphoyisa athole isibhamu esingekho emthethweni eduze kwesidumbu sale ndoda. Uthe kusolwa ukuthi lesi sibhamu yisona asisebenzisile.

UMnuz Ngubane uthe: “Amaphoyisa athole ukuthi kade zahlukana lezi zithandani. Kuvulwe icala lokuzama ukubulala emaphoyiseni aseNewark,” kusho yena.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Is social media doing more harm than good?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, our children are exposed and we can't protect them
49% - 5813 votes
Yes, but social media is part of the new reality
45% - 5350 votes
No, it's great for growing a child's world view
5% - 610 votes
Vote
Rand - Dollar
14.13
-0.9%
Rand - Pound
19.86
-0.3%
Rand - Euro
17.06
-0.3%
Rand - Aus dollar
10.92
+0.5%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Gold
1,814.47
-1.3%
Silver
26.96
-2.4%
Palladium
2,859.51
-2.8%
Platinum
1,215.34
-2.0%
Brent Crude
68.55
+0.3%
Top 40
61,529
+0.3%
All Share
67,424
+0.3%
Resource 10
71,663
+1.5%
Industrial 25
83,756
-0.5%
Financial 15
12,642
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo