Umlisa 'ubulale' umkakhe besetekisini

ISITHOMBE: MAKHOSANDILE ZULU Owesifazane oneminyaka engu-35 ubudala ugwazwe ngumyeni wakhe besetekisini ngoLwesine oledlule.
ISITHOMBE: MAKHOSANDILE ZULU Owesifazane oneminyaka engu-35 ubudala ugwazwe ngumyeni wakhe besetekisini ngoLwesine oledlule.

UMLISA kuthiwa ubulale unkosikazi wakhe etekisini wabe esezama ukuzibulala naye ngokuzigwaza esiswini, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoLwesine.

Okhulumela amaphoyisa aKwaZulu-Natal, u-Major Thulani Zwane uthe: "Owesifazane oneminyaka engu-35 ubudala kuthiwa ugwazwe ngumyeni wakhe besetekisini. Umsolwa kuthiwa ubesezama ukuzigwaza esiswini,” kusho yena.

Uqhube wathi umsolwa zimkhalele ngezithuba zabo-05:00 ekuseni kanti ungeniswe esibhedlela engaphansi kweso lamaphoyisa ngemuva kwesehlakalo esenzeke kuGledhow Mill Road, KwaDukuza.

UMajor Zwane uthe Imbangela yesehlakalo ibingakaziwa.

Umsolwa uvele enkantolo yeMantshi yaKwaDukuza ngoLwesibili, ngomhlaka 19 kuMasingana.

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
When planning for the Black Friday sales do you:
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Save, research and plan ahead, preparing to make the most of it?
8% - 852 votes
Wait and see what looks like a good deal on the day?
14% - 1608 votes
Have no interest in spending more money this year?
78% - 8730 votes
Vote
ZAR/USD
15.41
(+0.10)
ZAR/GBP
20.51
(+0.04)
ZAR/EUR
18.24
(+0.31)
ZAR/AUD
11.22
(+0.54)
ZAR/JPY
0.15
(+0.61)
Gold
1838.40
(-1.73)
Silver
23.60
(-2.33)
Platinum
926.01
(-1.52)
Brent Crude
45.18
(0.00)
Palladium
2359.00
(+1.61)
All Share
57147.31
(+0.94)
Top 40
52478.55
(+1.08)
Financial 15
11337.90
(+0.62)
Industrial 25
79917.53
(+1.49)
Resource 10
51771.17
(+0.65)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo