Ababhikishi balimaze amaphoyisa baketula nemoto yawo

Tshwane – Ababhikishi baketule imoto yamaphoyisa kaMasipala waseTshwane ngemuva kokulimaza amaphoyisa amathathu ngamatshe ngoMsombuluko ntambama.

Amaphoyisa kamasipala abesebenza kuFrancis Baard street e-Arcadia ngesikhathi ehlaselwa ababhikishi ngokusho kukholumela amaphoyisa uSenior Superintendent Isaac Mahambe.

Amaphoyisa ashaywe  ngamatshe ngesikhathi ezama ukubaleka.

Funda nalolu daba: Uzonxeshezelwa ngezinkulungwane owaboshwa kungafanele

Amaphoyisa amathathu athole ukulimala, kanti aphuthunyiswe esibhedlela ukuze athole ukwelashwa.

UMahame uthe bazovula icala lokudala udlame emphakathini futhi bazokwena uphenyo ngalolu daba.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
In times of uncertainty you need journalism you can trust. For only R75 per month, you have access to a world of in-depth analyses, investigative journalism, top opinions and a range of features. Journalism strengthens democracy. Invest in the future today.
Subscribe to News24
Lockdown For
DAYS
HRS
MINS
Voting Booth
Who do you think is going to win the 2020 US election?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Biden is going to take it
46% - 6298 votes
It's four more years for Trump
54% - 7409 votes
Vote
ZAR/USD
16.32
(+0.06)
ZAR/GBP
21.44
(+0.03)
ZAR/EUR
19.34
(+0.08)
ZAR/AUD
11.60
(+0.04)
ZAR/JPY
0.16
(-0.08)
Gold
1917.14
(-0.23)
Silver
24.92
(-0.12)
Platinum
887.00
(+0.45)
Brent Crude
42.06
(-3.35)
Palladium
2389.00
(+0.63)
All Share
55036.24
(-0.56)
Top 40
50582.14
(-0.63)
Financial 15
10078.43
(-0.59)
Industrial 25
74362.12
(-0.29)
Resource 10
53907.10
(-0.99)
All JSE data delayed by at least 15 minutes morningstar logo